ULawrence Ngubane

U-Lawrence “Big Bear” Ngubane wazalelwa eThekwini, ngo-1947. Wayedlala ibhola esemncane futhi wayengumdlali ophumelelayo kwezokulingisa. Ngeminyaka yama-1960 uMnuz Ngubane wayedlalela ikilabhu yase-Hammarsdale ebizwa nge-Iyasha Swallows. Ushiye i-Iyasha Swallows wasungula iqembu lakhe elibizwa ngeYoung Stars. I-Young Stars ibiyiqembu eliphumelele ngokunqoba izicoco eziningi zeligi nezindebe e-Hammarsdale. UNgubane ubambe elikhulu iqhaza ekuhleleni ibhola eHammarsdale. Wayemela futhi ephethe i-Camperdown District … Read more

I-Albini Catholic Mission

Umlando we-Albini Catholic Mission eNtshongweni njengoba ulandiswa nguSister Gertrude Nzama ongasekho. Okuqukethwe Isonto kanye nesikole sase-Albini UFr Pfister OMI wafika eNingizimu Afrika ngo-1934 futhi wamiswa e-Inchanga. INtshongweni ingesinye sezikhungo ezingu-15 azivakashele egibele amahhashi ngoba lokho bekuwukuphela kwento yokuthutha eya kulezo ziteshi ezehlukahlukene, zase Thousand Hills. Ngaphambi kokuba eze lapha uFata Pfister OMI wavakashela ezinye zalezi … Read more

URonnie Govender

U-Ronnie Govender wazalwa ngo-1934, e-Cato Manor, eThekwini. Ungumbhali wemidlalo owaziwayo. Kuze kube manje u-Govender ubhale futhi waqondisa imidlalo engaphezu kwengu-16, okubandakanya i- “Beyond Calvary”, “At the Edge”, “The Lahnee’s Pleasure” ibingomunye wemidlalo edlala isikhathi eside eNingizimu Afrika ne- “Off-Side”. Usungule i-Shah Theatre Academy eminyakeni engamashumi amahlanu ukukhuthaza iTheatre yaseNingizimu Afrika engacwasi ngokobuhlanga. Ngo-2008 washicilela incwadi … Read more

Khulekani Reginald Myeza

For over 50 years, through the hardships of apartheid, Khulekani Reginald Myeza has relentlessly pursued his passion for the improvement of black education. Being politically active in the 1950s meant Myeza was forced to suspend his teaching career in South Africa. He sought posts in Basutholand and later, Swaziland. He furthered his teaching qualifications receiving … Read more

I-Ohlange Institute

I-Ohlange Native Industrial Institute, njengoba yayaziwa ngaleso kanjalo, yasungulwa nguMfundisi John Dube ngo-1901. Wayaziwa njengoMafukuzela, ekhombisa amandla akhe nokukhuthala. Waba nguMongameli wokuqala weSouth African Native National Congress (SANNC), ngokuhamba kwesikhathi waphinde yabizwa nge-African National Congress (ANC). Wayephinde abe ngumhleli wokuqala wephephandaba Ilanga laseNatali kanye nothishanhloko wokuqala walokho namuhla okwaziwa nge-Ohlange High School. Umgomo wokuhola kaDube … Read more

UMark Tovey

U-Mark Tovey wazalelwa ePitoli ngomhlaka-7 kuNhlaba 1955. Wayefunda e-Northlands Primary nase-Northlands Secondary, enyakatho yeTheku. Uthando lwakhe lwebhola lwaqala esemncane. Udlale ibhola elisezingeni eliphansi e-Durban City, emele ikilabhu emazingeni angaphansi kuka-10, 12 no-14. Ngo-1971 u-Mark Tovey waphenduka ubungcweti ngokusayina kwi-Durban United, eneminyaka engu-16. Ngo-1973, u-Mark wasayina i-Durban City. Udlale amasizini ayisithupha kule kilabhu, wawina iligi nenkomishi … Read more