Ikhulu leminyaka: Kukhunjulwa uMbhishobhi Omkhulu uDenis Eugene Hurley

UNovemba 9 umaka iminyaka engu-105 selokhu kwazalwa uMbhishobhi Omkhulu waseThekwini uDenis Hurley. Wayengumphikisi owayenomdlandla futhi enolaka embusweni wobandlululo futhi wayaziwa ngokuzinikela kwakhe kwezobulungiswa kwezenhlalo kanye nezinhloso zenkululeko, iqiniso kanye nokulingana. Mhlawumbe ngaphezu kwakhokonke, wayaziwa njengesibani sethemba esiqondisayo phakathi nobumnyama bobandlululo. Ubaba wakhe wabe eyisibani sethemba, kanjalo, umbhali odumile u-Alan Paton wambiza ngokuthi “umqaphi wokukhanya “guardian … Read more

Akuselona leli kheli – kusuka ekubeni iDavenport Road kwaba iHelen Joseph Road

Ngomhlaka 9 Agasti 1956 izinkulungwane zabesifazane bazo zonke izinhlanga bamasha baya e-Union Buildings ePitoli. Inhloso yabo kwakuwukuhambisa uhlu lwezikhalazo kuNdunankulu wangaleso sikhathi, u J.G. Strijdom, ukuphikisana nemithetho yamapasi owawuthi abantu abamnyama base-Afrika ukuthi baphathe uhla lwamadokhumenti, okufaka phakathi isithombe, amarekhodi okuqashwa, ukukhokhwa kwentela kanye namarekhodi obugebengu, okwenza uhulumeni akwazi ukuqhubeka nokuvimba ukuhamba kwabantu abangebona abamhlophe. Bekungekho … Read more

Akuselona leli kheli – Kusuka ekubeni uCowey Road kwaba uProblem Mkhize Road

Njengba kunezinguquko ezweni lonkana sicabanga ukuthi umqondo omuhle ukuthi sibhale ngomlando omncane waseNingizimu Afrika, wakamuva nowedlule. Akubonakali kungenzeka, kodwa cishe eminyakeni eyisikhombisa edlule lapho impi namagama emigwaqo yaseThekwini yaqala. Emizamweni yokwamukela omunye umlando waseNingizimu Afrika owawukhohlakala kaula ngesikhathi sobandlululo, amagama emigwaqo eThekwini amaningi aguqulwa ngo-2007. Izinguquko azizange zithathwe kahle, futhi kwalandela izimpi zenkantolo ezinde nezingxoxo … Read more

Iminyaka elishumi yeKhomishini yamaQiniso nokuBuyisana

Leli sonto limaka iminyaka engamashumi amabili selokhu iKhomishini yamaQiniso nokuBuyisana (Truth and Reconciliation Commission i-TRC) yethula umbiko wayo wokugcina. I-TRC yaqala ukulalelwa ngokusemthethweni ngo-15 Ephreli 1996, ithola ukuxolelwa izakhamuzi ezejwayelekile, amalungu amaphoyisa, ababengamalungu kahulumeni, kanye namaqabane e-ANC. Kubantu abangu-7112 ababefake izicelo *, bangu-5392 abantu abanqatshelwa ushwele, kwanikezwa kuphela abantu abangu-849 ushwele. Umbiko, owashicilelwa ngomhlaka-28 Okthoba … Read more

uAhmed Kathrada (21 August 1929-28 March 2017)

Namuhla, iNingizimu Afrika izilele ukudlula emhlabeni kwesishoshovu sepolitiki, neqhawe lomzabalazo, uAhmed Mohamed Kathrada. Ngesikhathi ethula inkulumo kwi SAFM wabuzwa ukuthi angathanda ukukhunjulwa kanjani? Waphendula wathi, ‘Njengomuntu ozamile ukuba nomthelela. Sazama.’ Uma ubheka udaba lwaleqhawe kusobala ukuthi uAhmed Kathrada kuningi akwenza kunokuzama. Baziwa kakhulu ngo ‘Uncle Kathy’, impokophelo yakhe yabonakala esemncane – eneminyaka eyi 12 waba … Read more