Ukukha amanzi

UNkosazane G Mkhize waKwaSithebe, KwaZulu uthi ukukha amanzi into eyenziwa amantombazane ngokuthatha izitsha zokukha amanzi okuphuza emfuleni noma empompini womphakathi. Izitsha kungaba yizimbiza zobumba, amabhakede noma yisiphi isitsha esifanele ukukha amanzi. Lapho amantombazane edlala izindlu (umasigcozi/umandlwana) asebenzisa amathini angenalutho noma aphuze amabhodlela kadilinki ukuphatha amanzi ayenawo ezindlini zawo zokudlala. Okuqukethwe Umuntu okukhulunywe naye Ngubani odlala … Read more

Umlando wokuhlukana kwesizwe sakwaCele

Ntombifikile Ngwazi Isibongo sakaCele singesinye sezibongo ezandile KwaZulu Natali, kunezincazelo ezahlukene ngemvelaphi yabantu bakhona. Sixoxisane noMama uNtombifikile Ngwazi owazalelwa endaweni yaseMzimkhulu esizweni sakwaCele wakhulela khona waze wangena esigabeni sokuthi agane waba nezi ngane eziyishumi nantathu manje sebezinze eThekwini. Basuka ngonyaka ka 1980 endaweni yaseMzimkhulu ngenxa yokuthi kwakuliwa njalo esizweni sakwaCele. Manje sebehlala endaweni yaseMtshebheni eNanda. … Read more

Zulu traditional houses

Houses of Zulu are made with mud, grass, tree poles, and mud bricks. They used their hands and feet to build houses. In Zulu culture it was a man’s responsibility to build a house, but women also help to build the house. Although it was a man’s responsibility to build houses, a lot of houses … Read more

Umcimbi Wokubongwa Kwentombi Ngabasemzini

Umcimbi wombongo ngokuqonywa kwensizwa Ziningi izinto ezenziwayo uma abantu ababili sebeqomene ngaphambi kokuthi baganane, njengokumiswa kweduku, okungenzeka kubo kantombazane noma kubo kamfana. Lapha sibheka umcimbi wombongo noma wokubongwa kwentombi ngokuthi isiqomile emzini othile. Lomcimbi wenziwa uma selimisiwe iduku eliwubufakazi bokuthi abantu baqomene futhi ukumiswa kweduku kwenzelwa ukuthi abantu asebeqomene baphumele obala kwaziwe nasendaweni ngabo. Izindawo … Read more

Ukuphilisana kwabantu

Ukulunywa yinja Uma umuntu elunywe yinja yakwamakhelwane, ubeyakhona kulowomuzi bese bethatha uphuthu belininda esilondeni lapho elunywe khona yinja. Kuthe ngemuva kwesikhashana bese lolophuthu beluphonsela inja ukuze iludle. Uma ibaleka ingafuni ukudla bebeyibamba ngenkani beyifake lona emlonyeni, bese bewuvala umlomo ukuze baqinisekise ukuthi iyaludla futhi iyalugwinya loluphuthu. Babenzela ukuthi lowomuntu angajwayelwa ukulunywa yilenja yasekhaya. Bese beyibamba … Read more

Pickles Recipe

Pickles: An additional taste to food Although pickles are a common cross culture trend in food consumption and flavouring, the history of pickles dates back to India when cucumbers were sliced and stored in a brine solution with spice and fermented to be eaten with food as an additional flavouring to enhance taste. When the … Read more