Umshado Wesintu

Kuqala yayithwalwa intombi meyingathwalwanga bekuba omunye kubazalibayo ngokuhalela izinkomozalomnumzane nokuthanda umfana ngokuthi uyayishaya induku noma ulwa kakhulu mekunempi, noma omama bezixoxela bodwa ngingajabula intombi izogana lapha kwami usezoyishoke ukuthi ubonani kuyo usezoshoke ikhuthele ilinono mhlambe ukayibone ithwele umyaba omkhulu beyiphuma kotheza mhlawumbe ukayina ke ukuthi njalo iyasinda kubo iwakowasha ithi ingaqeda ibuyele kubo iyokwenza omunye … Read more

Umdlalo iDibeke

IDibeke (ebizwa nangokuthi iNikkies, iSkaloulo neKimberley Jim) ngumdlalo webhola wokugijima onamaqembu amabili abadlali abngu-12. Amaqembu ayashintshana ngokudlala (abahlaselayo nabavikayo). Abahlaselayo ngamunye bayabizwa ukuba bakhahlele ibhola ngaphesheya kwemigqa emaphakathi bebheke ebhokisini lababahlaselayo (abaviki). Okuqukethe Imithetho yedibeke IDibeke umdlalo webhola nokugijima. Umdlalo udlalwa enkundleni engamamitha angu-60 ubude (long) namamitha angu-40 ububanzi (wide). Indawo yokudlala inkundla enkulu, ofana … Read more

Umlabalaba

Ulwazi oluningi kulesi siqeshana lucashunwe ngqo ku-An Introduction to Umlabalaba ngu-Edward L. Powe wenhlangano I -BLAC Foundation. Ukuze uthole kabanzi ngomsebenzi wakhe, sicela uvakashele ku-www.blacfoundation.org lapho ungadlala khona umdlalo we-inthanethi womulabalaba othuthukiswe yinhlangano. Umlabalaba (i-labyrinth in Zulu) wumdlalo webhodi wesiZulu “wokuxukuza umqondo” ovame ukuhunyushwa ngokuthi yi “Zulu Chess”. Kunezinhlobo ezimbili zomdlalo eZululand ezibandakanya umehluko omncane … Read more

Umdlalo: Ixoxo liyagxuma

UNkk N Mthuli waseNoordsberg KwaMaphumulo uchaza ukuthi lomdlalo ubizwa ngokuthi ixoxo liyagxuma (frog leap) ngoba izingane ziyagxuma njengamaxoxo lapho zidlala. Ixoxo yisilwane esincane esihlala emanzini nasemhlabathini futhi liyagxuma lapho lihamba. Okuqukethwe Umuntu okukhulunywe naye Ngubani odlala lomdlalo? Yini esetshenziswayo ukudlala lomdlalo? Udlalwa nini lomdlalo? Udlalwa kuphi lomdlalo? Udlalwa kanjani lomdlalo?  Inkolelo ngalomdlalo Umthombo UNksz N … Read more

IJukskei

IJukskeyi ekuqaleni ibiwumdlalo odlalwa amaVoortrekkers. Babebeka isikhonkwane siqonde phansi bese bezama ukushaya leli tshe likude ngezikhonkwane zabo ezimise okwe-skittle ezisetshenziswa ejokeni lezinkabi. Uhlobo lwesimanje luhlanganisa amaqembu amabili, abadlali abane, iqembu ngalinye elidlala ngama-skeis amabili. Izikhonkwane zibekwa emigodini emibili yesihlabathi eqhelelene ngamamitha ayi-14. Inhloso ukushaya isikhonkwane noma ukusondeza i-skeis futhi ufinyelele kumamaphuzu angu-23. Okuqukethwe Okusetshenziswayo Izikebhe … Read more

Umdlalo iKho-Kho

Umdlalo wokugijima Okuqukethwe Okusetshenziswayo Induku noma ucwezu lukashoki. Ukwakhiwa kweqembu nezindima Kunamaqembu amabili abadlali abayisishiyagalolunye lilinye.Iqembu elilodwa iqembu eligijimayo (Iqembu A) kanti elinye iqembu elijahayo (Iqembu B).Ekuqaleni komdlalo, umdlali oyedwa ovela eqenjini eligijimayo uzobizwa ngokuthi ‘umgijimi’ (X) kanti omunye uzoba ‘umjahi’ (Y). Incazelo yomdlalo  Abadlali baphonsa icoin lemali ukuze babone ukuthi yiliphi iqembu elizogijima nokuthi … Read more