I-Albini Catholic Mission

Umlando we-Albini Catholic Mission eNtshongweni njengoba ulandiswa nguSister Gertrude Nzama ongasekho. Okuqukethwe Isonto kanye nesikole sase-Albini UFr Pfister OMI wafika eNingizimu Afrika ngo-1934 futhi wamiswa e-Inchanga. INtshongweni ingesinye sezikhungo ezingu-15 azivakashele egibele amahhashi ngoba lokho bekuwukuphela kwento yokuthutha eya kulezo ziteshi ezehlukahlukene, zase Thousand Hills. Ngaphambi kokuba eze lapha uFata Pfister OMI wavakashela ezinye zalezi … Read more

I-Ohlange Institute

I-Ohlange Native Industrial Institute, njengoba yayaziwa ngaleso kanjalo, yasungulwa nguMfundisi John Dube ngo-1901. Wayaziwa njengoMafukuzela, ekhombisa amandla akhe nokukhuthala. Waba nguMongameli wokuqala weSouth African Native National Congress (SANNC), ngokuhamba kwesikhathi waphinde yabizwa nge-African National Congress (ANC). Wayephinde abe ngumhleli wokuqala wephephandaba Ilanga laseNatali kanye nothishanhloko wokuqala walokho namuhla okwaziwa nge-Ohlange High School. Umgomo wokuhola kaDube … Read more

Umlando waseThekwini

Kukhona into engenzeki ngendlela engenakugwenywa ngokunciphisa amakhulu eminyaka yomlando emakhasini ambalwa. Phakathi kokunye, ukuvezwa komlando kuyashabalala ngabantu ababamba iqhaza ekudabukeni kweTheku. Okunye, emphakathini onamasiko amaningi njengeTheku, imishungo eminingi ebambe iqhaza elibalulekile izowela eceleni kwendlela. Kepha mhlawumbe umongo omncane womlando uzobonakala ulusizo ezivakashini zedolobha lethu elihle abathanda ukulazi, ngandlela thile, ukuthi sifike kanjani lapho sikhona manje. … Read more

Ilokishi iMpumalanga: ilanga liphuma entshonalanga

Abantu base lokishini iMpumalanga emngceleni osentshonalanga yeTheku banokuningi okufanele bakujabulele. Ngempumelelo babeke emuva udlame olunzima lwezepolitiki ababhekana nalo  ngonyaka wango-1980 kanye nasekuqaleni kwngo-1990 olwathatha izimpilo zabaningi  ababathandayo kanye nomakhelwane. Impela, ubugebengu, ukwentuleka kwemisebenzi, izingxabano zamatekisi nobumphofu kuseyizinselelo ezinkulu. Kepha babhekana nakhoo ngomfutho ofanayo nokuzethemba babeka emuva izigigaba zakudala. Usomabhizinisi wendawo kanye nesakhamuzi uMzamo Xaba uchaza … Read more

Umlazi

Umlazi is the biggest township in KwaZulu-Natal and the second biggest in South Africa after Soweto. In 1967 it was established as a black township under the apartheid government and was one of the places where many of those removed  from Cato Manor (uMkhumbane). Now free of the oppression that defined life under apartheid, Umlazi is … Read more

Umlando waseMkhumbane

I-Cator Manor indawo eyakhele idolobha laseThekwini yayibizwa ngoMkhumbane. Lendawo iseduze nesibhedlela Inkosi Albert Luthuli. UMkhumbane wawukhona ngeminyaka yawo 1949 ngesikhathi sempi yabantu abamnyama namaNdiya. Ngaleyominyaka lendawo yayinezakhiwo eziyimijondolo eminingi kwakuyikaduka emini. Kwakuhlala kakhulu abantu ababesebenza ezindaweni ezakhele iTheku. Ngaleyominyaka yayingekho imigwaqo kwakusetshenziswa imizila nezindlela zesintu, nenhlanzeko yayingekho wawungafunga ukuthi kwakuhlala izingulube ngenxa yokungcola. Izindlu zangasese … Read more