Ukuhuba NgesiZayoni
Amahubo ngesiZayoni Amabandla aseZayoni adume kakhulu eNingizimu Afrika ngendlela ahlabelela ngayo nangomndlandla wawo. Kuba lula ukuhlukanisa amalungu asebandleni laseZayoni ngendlela ashuna ngayo izingoma noma ngabe zijwayeleke kangakanani. Lana ngaphansi siqukethe umqopho webandla laseZayoni elizinze eMgababa licula ikhorasi le ngoma ethi: Njengendluzela Ilambele Amanzi, eyaziwa kakhulu amakholwa aseNingizimu Afrika. Balalele ngezansi bethi nje kanjalo “umoya wami ulambele … Read more