Umlando WakwaMzimela Nezithakazelo Zabo

Izithakazelo Mzimela! Mnguni! Lwandle olungawelwa Luwelwa zinkonjane zona ezindizela phezulu Mahlab’ angadli Ngoba udl’ umkhonto Mwelase! Ongaweli ngezibuko! Owela ngempambuse zomfula Umaginind’ umuntu ngomkhonto UDlubu lwahlutshwa ekhasini Gumede! Mbizeni! Ntaka! Sheleza! Mzungwanya, Dimbani; Donda kaMlimandlela Mfuyi wamatshe, Mnguni ! Mfeka Abasab’ amacokana Nzungane kaMagxega KaNtonga yethusi. Lwazi, Maconi AbaZimela ngentonga yethusi Abafokazana bezimelelela ngomhlanga Umlando wabo … Read more

Umlando Wokuhlukana Kwabantu BakwaNzama noChamani

Sibe nengxoxo noMama Nomusa Maphumulo ohlala endaweni yaseNanda eCongo. Uzalwa intombi yakwaNzama, usixoxele ngokuhlukana kwesibongo sakwaNzama noChamani. Ezikhathini zakudala kwakuvamise ukuthi kube nempi yezigodi okwakwenzeka kuliwe ngoba kubangwa ubukhosi kanye nabantu. Naliphi inqadi laliba nezinsizwa ezikhethelwa impi ekuyothi mhla impi iyohlangana zikhishwe izinsizwa ukuyolwa. Izingane nomama babesala emakhaya bazilungisele ukucasha uma sihlulwa isigodi sabo. Uma … Read more

Umlando Wezindawo Ezadliwa Ngabamhlophe Ngempi Yamakhanda

Impi Yamakhanda yaliwa njengoba kwaziwa ukuthi yaliwa izwe lonke laKwaZulu kodwa kwagcina kuwine amaNgisi lapho aqala ukuthi ashaye imithetho yawo. Babezidla izindawo zamanye amakhosi bazinike amanye bhusende njengendawo kaLubhudlungu kaFaku. Enye ayidabula ayinikeza abamhlophe ukuba bayenze amapulazi. Wagcina ebanjiwe uLubhudlungu waboshwa, wakhothamela ejele. Abanye esingababala abahlomula ngaleyondawo ngabakwaSibisi, abakwaSithole nabakwaNgobese. Indawo yakaGezahlale noma Hlazakazi yona … Read more