Usiko

Usiko Njengama-Afrika sikholelwa emadlozini kodwa hhayi sonke. Ukukholelwa emadlozini ukukholelwa kumuntu noma kubantu asebashona kudala. Abanye abantu bashintsha izinkolelo zabo ngenxa yobuKristu, abanye bakholelwa emadlozini. Kudala bonke abantu abansundu babekholelwa emadlozini manje njengoba kunale nkolelo eyaqalwa ngabantu abamhlophe abakholelwa ekuthiwa ubuKrestu. Njengomuntu omnyama kumele ukholelwe esikweni lakho, ukholwe emadlozini, ukholwe ngabantu abafa kudala. Abamnyama kumele … Read more

Umlolozelo – Thula Mntwana

Thula mntwana, Umam’akekho,Uyotheng’amasi,Amas’engane Adliwe yinja, Awadliwanga yimi,  Yinja kagogo Emabalabala Emabalabala  English Summary  This is a very popular lullaby sung by the babysitters to make the baby to sleep when the biological mother of a baby is not around.   By: Nelisiwe Hlongwane

Uhheshe nesikhukhukazi

Kwesukasukela! Cosi! Kwakukhona ! Sayipheka ngogozwane ibhodwe elincane umancishane Kwakukhona usikhukhukazi owayakhelene nohheshe beyabangani abakhulu behlala ngokuvakashelana. Ngelinye ilanga isikhukhukazi saboleka inaliti yokuthunga kumngani waso uhheshe. Sasifuna ukuthungela amachwane aso izingubo zawo. Uhheshe wamboleka umngani wakhe inalithi, nangampela wathunga usikhukhukazi wathunga nokwakhe. Wakhohlwa ukubuyisela inalithi lapho beyiboleke khona yaze yalahleka. Wafika esezoyifuna uhheshe. Wathi useyoyithatha lapho kade yibekekhona ayisekho, … Read more

Ukuthwetshulwa Komuntu

Sibheka indaba yokuthwetshulwa komuntu ukuthi ngabe yenzeka nini futhi kuvamise ukuthi kube abantu abanjani abavamise ukuthi bathwetshulwe. UBaba uNgwazi ohlala eNanda, eCongo usixoxele ngaloludaba. UBaba usibekela kabanzi isithombe sokuthi labantu abathakathayo basuke befuna hlobo luni lomuntu abasuke befuna ukumenza umkhovu. Izimpawu Abazibhekayo Kumuntu Uthi kwakuvamise ukuthi uma kuyiwa emdlalweni wokushaya induku obaba abathakathayo babehlala babuke … Read more

Zulu beliefs about the Praying Mantis

The praying mantis (isithwalambiza in isiZulu) is a little creature that is respected by the Zulu community. The Zulus refer to it as ugogo, meaning ‘the granny’. They believe it represents a female ancestral spirit. If this creature appears in a home of a Zulu person they believe that there is a message from the … Read more