Kubungezwe uDenis Hurley ngokuvula isikhungo ngegama lakhe

NgoMgqibelo mhla ziyi-11 kuNhlolanja kowe-2017 kuvulwe isikhungo esibizwa ngokuthi i-“Denis Hurley: Guardian of light”. Lesi sikhungo sibungaza impilo nemisebenzi yeqhawe eladlala indima ekugxekweni nasekuphikisaneni kombuso wobandlululo ngamakholwa. Leli qhawe laliphinde futhi libe ngumbhishobhi omkhulu webandla lamaKhatholika. Lapha sikhuluma ngo-Denis Hurley, owadlula emhlabeni ngonyaka ka-2003. Lesi sikhungo esitholakala e-Denis Hurley Centre (DHC) eThekwini siphumeleliswe ukuhlelwa kwaso … Read more

Umlando Wesonto LaseMaromeni, Enanda

Ngibe nengxoxo noSister Nomathemba Msibi owazalelwa endaweni yase Mnambithi (Ladysmith), owazalwa ngonyaka ka 1956 August 8. Ungixoxele ngomlando wesonto laseMaromeni, eNanda. Isonto laseMaromeni lavulwa ngonyaka ka 1925. Lakhiwa ngama Convent Missionaries ase France. Alakha lelisonto ngoba bethi abantu babehlupheka kakhulu bengakwazi ukuthi bazakhele isonto labo. Nohulumeni wakulelizwe wathi isonto laseMaromeni akasafuni ukuthi lixhaswe ngamazwe angaphandle. … Read more

Umhlangano Ka-Anna Ocwebileyo ebandleni lamaKhatholika

Isigaba somama bamaKhatholika sibizwa ngo-Anna, leligama lisuselwa egameni likanina kaMaria. Ukudumisa u-Anna Ocwebileyo kwaqala ngokuba kwakhiwe amasonto amabili aqanjwa ngokuthi i-St. Anna. Elinye lalamabandla laliseJerusalema, elinye lalise-Constantinople, lamabandla akhiwa ngeminyaka yawo-550. Lamabandla aba nomkhulu umfutho ngemiphumela uma kukhulekwa kuwo, ikakhulukazi uma kudunyiswa ngemikhosi yabazali bakaMaria. Ukudumisa u-Anna Ocwebileyo kwaqhubeka kwaze kwayofinyelela emazweni aseNtshonalanga, lapho kwafike … Read more

Albini Catholic Mission

History of the Albini Catholic Mission in Ntshongweni as related by the late Sister Gertrude Nzama. Contents Albini Church and School Albini Mission Station Road and Transport Albini Pilgrimage Congregation of Mary Immaculate Mediatrix of Grace New School of Albini Health Clinic at Albini Death of Father Wagner New Buildings and Albini High School Improve Convent … Read more

Mariannhill Monastery, Pinetown

Contents 1 Mariannhill Monastery, Pinetown – a brief history 2 Abbot Francis Pfanner 3 Mariannhill under Abbot Francis 1882-1892 4 Mariannhill under Abbot Amandus 1893-1900 5 Mariannhill under Abbot Gerard Wolpert 6 Mariannhill Church 7 St. Francis College 8 Pius Seminary 9 St Mary’s Hospital 10 Sources Mariannhill Monastery, Pinetown – a brief history Mariannhill … Read more