Umdlalo iKho-Kho
Umdlalo wokugijima Okuqukethwe Okusetshenziswayo Induku noma ucwezu lukashoki. Ukwakhiwa kweqembu nezindima Kunamaqembu amabili abadlali abayisishiyagalolunye lilinye.Iqembu elilodwa iqembu eligijimayo (Iqembu A) kanti elinye iqembu elijahayo (Iqembu B).Ekuqaleni komdlalo, umdlali oyedwa ovela eqenjini eligijimayo uzobizwa ngokuthi ‘umgijimi’ (X) kanti omunye uzoba ‘umjahi’ (Y). Incazelo yomdlalo Abadlali baphonsa icoin lemali ukuze babone ukuthi yiliphi iqembu elizogijima nokuthi … Read more