Amakhambi adiyasa eMakethe

Isintu siyinsila yomuntu noma ungayaphi kodwa kuhlezi kuyinto ekhona, abasuka emakhaya beyokwakha esilungwini, emolokishini kuyafana. Ngisho ungabashintsha abantu indlela abenza ngayo bashintshele kwisimanje kodwa uyabona ukuthi kunezinto engeke bashintshe kuzo, lapha ke sikhuluma ngendaba yokuzelapha ngesintu. Ngoba sesiphila esikhathini sesilungu nje sakwaba khona nama-“medical aid” okuwuhlelo lokuzisiza kulaba abakwazi ukuwakhokhela. Lokhu kusho ukuthi umuntu ogulayo … Read more

I-Albini Catholic Mission

Umlando we-Albini Catholic Mission eNtshongweni njengoba ulandiswa nguSister Gertrude Nzama ongasekho. Okuqukethwe Isonto kanye nesikole sase-Albini UFr Pfister OMI wafika eNingizimu Afrika ngo-1934 futhi wamiswa e-Inchanga. INtshongweni ingesinye sezikhungo ezingu-15 azivakashele egibele amahhashi ngoba lokho bekuwukuphela kwento yokuthutha eya kulezo ziteshi ezehlukahlukene, zase Thousand Hills. Ngaphambi kokuba eze lapha uFata Pfister OMI wavakashela ezinye zalezi … Read more

I-Adams College

Okuqukethwe Ibhodi laseMelika leMishini Ukusungulwa kwe kolishi i-Adams College Abake bafunda kulesikole IBantu Education Act ka-1953 Ibhodi laseMelika leMishini UDkt Newton Adams wekolishi I Adams, ngaphansi kwe-American Board of Missions, wasungula isikole ngasemfuleni e-Amanzimtoti eningizimu yeTheku, esigcine sesaziwa nge-Adams College. U-RK Myeza, owake waba ngumfundi wase-Adams College futhi ongusomlando owayekhona I Adams isungulwa wabhala wathi: … Read more

Izithuthi Zomphakathi zasekuqaleni kwe-20th Century eThekwini

Okuqukethwe Izitimela Uhlelo lwamaphasela Izinhlelo ngeshashalazi Ezinye Izinhlelo Izinhlelo zemngcwabo Izinqola Orisho Izimpahla zokugqoka Orisho bamahhashi Orisho besimanje Izitimela ITheku lwalunohlelo lukaloliwe oluxhumanisa izindawo ezahlukene nenkaba yedolobha. Izitimela eziya eMusgrave, Toll Gate Kanye nase-Overport zazisuka ekhoneni lika Gardiner no-West Street, eduze kwaseposini. Izitimela eziya ku Marrriot Road, Stamford Hill kanye kaku-Umngeni zazisuka ngaphesheya komgwaqo, kanti … Read more

Isikole sakwa Ndlovu, eNew Farm: Iqhaza elabanjwa ngu Mam’Ndlovu ekufundiseni umphakathi

‘Uma ufundisa umuntu wesilisa, ufundisa umuntu oyedwa, koda uma ufundisa umuntu wesifazane, ufundisa isizwe’[1] Umbhali: Ayanda Siphesihle Simelane Lombhalo uyisiqeshana esiveza iqhaza elabanjwa abantu besifazane ekuthuthukiseni umphakathi ozimele wamakholwa[2] eNanda besebenzisa imfundo.  U-Busisiwe ‘Noni’ MaCibane Ndlovu wayenguthisa ovelele, wakha isikole eNanda, eduze kwase Phoenix Settlement, okwakuyikhaya lika Mahatma Gandhi ngesikhathi sakhe ese Mzansi Afrika. Leyandawo … Read more

The Ndlovu School of New Farm: The role played by Mam’Ndlovu in educating the community

‘If you educate a man, you educate an individual, but if you educate a woman, you educate a nation.’[1] Author: Ayanda Siphesihle Simelane This is a brief representation of women’s role in uplifting a self-sufficient community of amakholwa[2] in Inanda through education. Busisiwe ‘Noni’ MaCibane[3] Ndlovu was an educator of note, who built a school … Read more