ULawrence Ngubane

U-Lawrence “Big Bear” Ngubane wazalelwa eThekwini, ngo-1947. Wayedlala ibhola esemncane futhi wayengumdlali ophumelelayo kwezokulingisa. Ngeminyaka yama-1960 uMnuz Ngubane wayedlalela ikilabhu yase-Hammarsdale ebizwa nge-Iyasha Swallows. Ushiye i-Iyasha Swallows wasungula iqembu lakhe elibizwa ngeYoung Stars. I-Young Stars ibiyiqembu eliphumelele ngokunqoba izicoco eziningi zeligi nezindebe e-Hammarsdale. UNgubane ubambe elikhulu iqhaza ekuhleleni ibhola eHammarsdale. Wayemela futhi ephethe i-Camperdown District … Read more

UMark Tovey

U-Mark Tovey wazalelwa ePitoli ngomhlaka-7 kuNhlaba 1955. Wayefunda e-Northlands Primary nase-Northlands Secondary, enyakatho yeTheku. Uthando lwakhe lwebhola lwaqala esemncane. Udlale ibhola elisezingeni eliphansi e-Durban City, emele ikilabhu emazingeni angaphansi kuka-10, 12 no-14. Ngo-1971 u-Mark Tovey waphenduka ubungcweti ngokusayina kwi-Durban United, eneminyaka engu-16. Ngo-1973, u-Mark wasayina i-Durban City. Udlale amasizini ayisithupha kule kilabhu, wawina iligi nenkomishi … Read more

Vuvuzela, South African Soccer Instrument

According to researchers this instrument was founded by the ‘Shembe’, the Nazareth Baptist Church. Most followers are based in KwaZulu-Natal (Durban). Recently, it had raised questions of ownership, as there is another company Masincedane Sport which oppose the Shembe’s. The Shembe’s calls it “imbomu”. They say they copied the design from a trumpet which is … Read more

Umlando Wesibongo sakwaMabhida

UMabhida wayezalwa kwaMkhize. Kwakunensizwa yakwaMkhize egama linguDlebe. Yayakhe umuzi wayo eNgomankulu. Kodwa wenza okungajwayelekile okwayiholela ekutheni igcine isithole isibongo esisha. UMadlebe waganwa intombi yakwaMkhize naye enguMkhize, lokho kwamenza wangabamuhle ozalweni nasemphakathini. Lokhu kwenza ukuthi bamkhuze bethi, “Ayikhona Mkhize usubhide ekhaya.” Waqala kanjalo ukuba uMabhida. UMadlebe wazala umfana wamqamba igama wathi uStimela, okuwuyena uMabhida wesibili. Kuthiwa … Read more