URonnie Govender

U-Ronnie Govender wazalwa ngo-1934, e-Cato Manor, eThekwini. Ungumbhali wemidlalo owaziwayo. Kuze kube manje u-Govender ubhale futhi waqondisa imidlalo engaphezu kwengu-16, okubandakanya i- “Beyond Calvary”, “At the Edge”, “The Lahnee’s Pleasure” ibingomunye wemidlalo edlala isikhathi eside eNingizimu Afrika ne- “Off-Side”. Usungule i-Shah Theatre Academy eminyakeni engamashumi amahlanu ukukhuthaza iTheatre yaseNingizimu Afrika engacwasi ngokobuhlanga. Ngo-2008 washicilela incwadi … Read more

UKenneth Bhengu

UKenneth Bhengu wazalwa ngonyaka ka-1916’wakhulela eNdwendwe Mission Station, ngaseThekwini eNatali. Imfundo yababanga aphezulu wayenza e-Taylor Street Secondary School (eThekwini) ngemuva kwalapho wayoqeqeshelwa ukuba nguthisha e-Nuttal Training Institute eMgungundlovu. UKenneth Bhengu, owaziwa ngokuthi i- ‘sage of Ndwendwe’, wayehlala e-Cato Manor lapho abeka khona amanoveli akhe amathathu, onke athinta abalingiswa abahlala khona. Ubuye wasebenza njengomlimi engadini e-Morningside, … Read more

UGcina Elsie Mhlophe

UNokugcina Elsie ‘Gcina’ Mhlophe owazalelwa e-Hammersdale ngo-1959 ungumlweli wenkululeko waseNingizimu Afrika, isishoshovu, umlingisi, umbali wezindaba, imbongi, umbhali wemidlalo, umqondisi nombhali. ngemuva kokuphothula umatikuletsheni ngo-1979 eMfundisweni High School. Wenza izifundo ze-Cadet Journalism e-Rhodes University, izinyanga eziyisithupha ze-Film Making Course njengengxenye ye-Interchurch Media Programme’s Community Project kanye nokufundwa kwezindaba ngezikhathi ezithile kwi-Press Trust, i-BBC Radio, i-Africa Service … Read more

Durban Living Legend – Gcina Mhlophe-Becker

Nokugcina Elsie ‘Gcina’ Mhlophe born in Hammersdale in 1959 is a well-known South African freedom fighter, activist, actor, storyteller, poet, playwright, director and author. after completing her matric at in 1979 at Mfundisweni High School. She did a Cadet Journalism course at the Rhodes University, 6 months Film Making Course as part of Interchurch Media … Read more

Cato Manor Writers – Mi S’dumo Hlatshwayo

Mi S’dumo Hlatshwayo (1951) grew up as an “illegitimate” child in a working-class household in Cato Manor, Mkhumbane – a sprawling shack settlement in Durban. His family’s poverty caused him to leave school by Standard 7 and search for a job. As he said all his dreams were sunk: “…I wanted to be a poet, … Read more

Cato Manor Writers – Kenneth Bhengu

Kenneth Bhengu 1916-1985 was born and bred at Ndwendwe Mission Station, near Durban in Natal. He did his secondary education at Taylor Street Secondary School (Durban) where- after he went to train as a teacher at Nuttal Training Institute in Pietermaritzburg. Kenneth Bhengu, known as ‘the sage of Ndwendwe’, lived in Cato Manor where he set … Read more