Umshado nomuntu ongasekho

Lapha sibheka izindlela ezimbili zokushada nomuntu ongasekho. Eyokuqala yilapho eshona sekwenziwe wonke amalungiselelo noma omunye ashade kodwa engaqedanga ukukhipha izinkomo zamalobolo. Kuthi noma esefile kudingeke ukuthi umndeni wakhe noma amadodana akhe amqhubekela nokuyolobola komalume. Ukushada nomuntu ongasekho Ngokwesintu kunabantu noma imindeni ekholelwa ukuthi umshado awumiswa futhi awuhlehliswa, kuthiwa yibhadi ukuwumisa noma ukuhlehlisa. Njengokuthi uma eshona … Read more

Zulu Kings First Fruits Ceremony (Umkhosi Wokweshwama)

The ceremony Young men (amabutho) kill a bull with their hands during the ceremony. The celebration of the first fruit takes place early in December. It is the first fruits celebration where people bring their first harvest for the year to the king. The celebration takes place at Enyokeni Royal Palace, Nongoma. The Zulu Eco Adventures … Read more

Virginity Testing

Contents 1 Ukuhlolwa kwezintombi 2 Izifundo 3 Izimpawu zobuntombi-nto 4 English Summary Ukuhlolwa kwezintombi Esikhathini sakudala namanje, KwaZulu izintombi zazihlolwa, zihlolwa ukuthi zisengamatshitshi yini noma cha. Itshitshi yintombazame egcwele engakaze ithintwe noma ilale nomuntu wesilisa. Ukuhlolwa kwezintombi kuyisiko, kodwa akekho umuntu ophoqwayo ukuba ayohlolwa. Kuyaye kuqokwe omama asebekhulile abathenjwayo emphakathini noma bazinikele bona ukwenza lomsebenzi … Read more

Usiko Lokugezwa Kwentombazane Eshonelwe

Ngokwesiko lesiZulu kulihlazo ukutholakala komntwana ngaphandle komshado. Uma kwenzekile intombazane yamthola yabe isiba neshwa lokuthi umntwana adlule emhlabeni noma aphuphunyelwe isisu, kumele intombazane igezwe kususwe ithunzi elibi. Uma ingagezwanga kunenkolelo yokuthi iba namabhadi ingalungelwa lutho empilweni, konke ekuzamayo akuphumeleli ngenxa yesinyama esuke ihamba naso. Kugezwa kanjani Intombazane kufanele igezwe kubo kamfana oyikhulelisile kuqala, iphinde igezwe … Read more

Usiko Lokugcaba

Ukugcaba isiko olwenziwa abantu ngoba bekholelwa ukuthi bakwazi ukubonakala kalula ukuthi bavela kusiphi isibongo. Labo abakholelwa ekugcabeni bagcaba ngezindlela ezingafani. Ukugcaba isiko elenziwa ngabesibongo njengabakwaZuma, abakwaZondi, abakwaDlamini kanye nezinye. Kusuke kade okhokho bakhona begcaba, okuthi uma lingasenziwa likhaleleke. Kuyaye kuthi uma ingane isikhalela lelisiko ihlala ngokugula yenze nezinto ezixakayo. Ngaphambi kokuthi ingane iyogcatshwa kuqalwa ngokubikelwa … Read more