Usiko Lokugcaba

Ukugcaba isiko olwenziwa abantu ngoba bekholelwa ukuthi bakwazi ukubonakala kalula ukuthi bavela kusiphi isibongo. Labo abakholelwa ekugcabeni bagcaba ngezindlela ezingafani. Ukugcaba isiko elenziwa ngabesibongo njengabakwaZuma, abakwaZondi, abakwaDlamini kanye nezinye. Kusuke kade okhokho bakhona begcaba, okuthi uma lingasenziwa likhaleleke. Kuyaye kuthi uma ingane isikhalela lelisiko ihlala ngokugula yenze nezinto ezixakayo. Ngaphambi kokuthi ingane iyogcatshwa kuqalwa ngokubikelwa … Read more