Umsebenzi kaMkhokheli ebandleni

Ezikhathini zakudala (kwezinye izindawo zasemakhaya kusenzeka lokhu) kwakukhona amaqhikiza, yiwo abeluleka amajongosi ngokuziphatha kahle. Ngokuhamba kwesikhathi kwafika abamhlophe, abafika nenkolo banxenxa abantu abamnyama enkolweni. Abantu baqala bahambela izinkonzo bebhincile ngokwesintu, kwathi ngokuhamba kwesikhathi baphipha izingubo zokugqoka bafundiswa nokufunda bathola namaBhayibheli. Ukushintsha kwabantu kwenza nokuthi indlela yokwenza izinto ishintshe. Njengesiko lamaqhikiza babona kubalulekile noma sebeyiwo amakholwa … Read more

Umhlanganiso Ngokwebandla LamaNazaretha

Enkonzweni yamaNazaretha kunemithetho ebekelwe amakhosana (izinsizwa) kanye namakhosazane (izintombi). Uma beyiphulile leyomithetho bayahlawuliswa ngokuthi bangangeni ethempelini baze bahlambuluke ngendlela yaseKuphakameni. Inkosazane ayivumelekile ukuthi iqome kanye nenkosana nayo ayivumelekile ukuthi iqonywe kodwa kunendlela ebekiwe yokuthi baganane baze bashade besazigcinile. Uma kwenzekile bawephula lomthetho bayahlawuliswa ngendlela yaseKuphakameni. Lapha sibheka uma inkosazane noma inkosana iganwa umuntu ongakhonzi ebandleni … Read more

Ukuhlukana Kokugida Uma Kushoniwe, Shembe

Inkolo yobuNazaretha inkolo ewagcinayo amasiko kakhulu futhi ekholelwa kuwona kakhulu. AmaNazaretha akholelwa kakhulu kubantu abangasekho noma amadlozi futhi bayibandla elikhulu. Uma kwenzekile kwabakhona ilunga lebandla elishonile kuba khona into amalunga ebandla avamise ukuyenza ngelanga lomlindelo. Ngosuku lomlindelo okuyaye kube wusuku olwandulela usuku lomngcwabo kuvamise ukuthi baligidele ilunga lebandla kodwa. Kunomgomo owaziwayo ukuthi uma kushone umama … Read more

The Shembe’s Rise to the Lord

Near Inanda, north of Durban, is a sacred site called Ekuphakameni, the ‘Place of Spiritual Upliftment’. It was named by Isaiah Shembe, prophet and founder of the Shembe Church. A major festival is held in mid-January at an equally sacred location, the mountain dubbed Nhlangakazi, some 30 kilometres north of Ekuphakameni. “Our pilgrimage to the … Read more

The Kavady Festival in Durban

Contents 1 Background 2 The significance of the Kavady Festival 3 The observation of the festival 4 IsiZulu Summary 4.1 Okwenzeka ngaphambi kokuqala kwalomcimbi Background Ever year thousands of Hindus gather around temples in Durban to observe the Kavady Festival in worship of Lord Muruga, a deity in Hinduism. It is a Hindu festival and … Read more