A Cultural Group To Watch – Umlilo Multi-Talented Youth Group

  The 34-member Umlilo Multi-Talented Youth Group is a performance arts association that was founded in 2009 at Umkomaas, south of Durban. To date, it has been commissioned to showcase its talent for big brands like Ukhozi FM and Elangeni Hotel. Whilst the group is starting to get more work outside KwaZulu Natal (KZN) and … Read more

Ukubekwa Endaweni Ngokusemthethweni

Ezindaweni zasemakhaya kusenomthetho olandelwayo uma kukhona umuntu okanye umnumzane osuke efuna indawo yokwakha umuzi wakhe, kanti yilezo zindawo ezisuke zisaphethwe ngabaholi bendabuko njengamakhosi, izinduna, izinduna zezinsizwa kanye namaphoyisa ezinduna. Uma umnumzane efuna indawo kufanele aye enduneni ayocela ukuthi induna imsikele indawo noma isiza sokwakha endaweni ephethwe yiyo. Uma induna ivuma futhi inayo indawo ekhona engasahlali … Read more

Izimila Zokufika

Izimila noma izihlahla zokufika kuthiwa ezokufika ngoba ezakwamanye amazwe ngaphandle kweNingizimu Afrika. Ezinye kuthiwa zafika nabasuke bevakashele kwamanye amazwe ngokuthi zinamathele ezimpahleni zabo zokugqoka. Kokunye zifika nezinyoni ngokushintsha kwezikhathi zonyaka (ikwindla, ihlobo, ubusika nentwasahlobo). Akudingi ukuthi zitshalwe lapho siwele khona siyazimilela. Lezihlahla zidla kakhulu amanzi futhi uma kukhona okunye okumilile eceleni kwaso kuyafa kumile sona … Read more

Indlela Ekuphilwa Ngayo Ezindaweni Zasemakhaya

Ukukhuliswa kwengane emphakathini noma endaweni kwakungabi umsebenzi wabazali baleyongane kuphela kodwa okwesigodi sonke. Obaba uma besebenza kude namakhaya babeshiya amakhosikazi nezingane ekhaya bahambe isikhathi eside, bekujwayeleke ukuthi babuye ngezikhathi zePhasika noma ngoKhisimusi noma uma kushoniwe ekhaya kwakuya ngokuthi usebenza kuphi. Isikhathi esiningi kwakuba ngomama ababevakashela obaba lapho babesebenza khona. Ubudlelwano phakathi kukababa nezingane babungekho ngenxa … Read more