IPioneer yamakhambi

Igama lesiZulu elithi “muthi“, okusho ukuthi umuthi ujwayelekile kubantu abaningi baseThekwini noma ngabe yiluphi ulimi lwabo lwasekhaya. Imithi yendabuko yase-Afrika ibonakala isebenza ngomlingo wayo ezinkulungwaneni zabantu abadlula ezitolo zomuthi eThekwini. Okuqukethwe 1 Indawo2 Umsuka3 Imakethe ehlosiwe4 Umuthi kanye nenhloso yawo Indawo Itholakala enkabeni yenye yezindawo zokuhweba ezimatasa kakhulu nezithandwa kakhulu, iCross Street, iCV Pillay’s isitolo … Read more

Izitshalo ezingamakhambi okwelapha

Ukuzelapha ekhaya kuyindlela yomdabu kanye nezindlela zokupheka ezivela ezitshalweni ezikhulile ezingasebenza ukwelapha. Lezi zitshalo zingasetshenziswa ukwelapha, ukudambisa, nokunciphisa izinhlungu. Lezi zindlela azigcini nje ngokugcina isikhathi nemali kepha kulula ukuzididiyela. Nazi izitshalo esingazisebenzisa njengamakhambi Isihlahla sikaBhanana I-Fennel I-Mint I-Granadilla I-Lemon Grass Isihlahla sikaBhanana Cwecwa bese ucuba ubhanana ongakavuthwa bese uwafaka emqubukweni, emuhuzukweni noma esilondeni sokusha. Mboza … Read more

Amakhambi Esintu

Amakhambi Esintu Amakhambi imithi yesintu esetshenziswa ukwelapha nokukhipha inyongo, lemithi akudingi ukuthi uyitshelwe abantu abalaphayo njengezinyanga. Lemithi sizobala embalwa kuyo nanokuthi yenzani, njengoba amaZulu esebenzisa imithi yesintu isikhathi esiningi. Isiphondo – Umuthi wokuchatha abantwana, uxutshwa nobisi, lomuthi owokulapha inyoni kuntwana. Umusa – Lomuthi utholakala enkangala futhi uyinala. Useza noma usetshenziswa ukuchatha abantwana uma benomkhuhlane. Isibhaha … Read more

Umsebenzi Wobungoma

Ingxoxo noMakhosi P. M. Dlamini waseMpandwini eMbumbulu. UZanele Shange wohlelo Ulwazi ube nengxoxo noMakhosi Dlamini oyisangoma. Ngemuva kokugula isikhathi eside kwatholakala ukuthi kufanele athwasele ubungoma. Waya kothwasa wakwenza konke okwakufanele akwenze esigodlweni wabe esephothula eseyoqala umsebenzi wobungoma. Ezinye zezingqinamba uMakhosi Dlamini abhekana nazo ekuthwaseni ukuhamba ngezinyawo angazifaki izicathulo okwenziwa yilabo abasuke besathwasa kanye nokuvuka ekuseni kakhulu ukuze … Read more

Red Soil

Ibovu ‘red soil’ is the kind of soil that you can get from the rural areas near the river or in the valley. Ibovu does a lot of work even though some people think that it is just a soil. It can be used to make muthi which is helpful and that heals children, the … Read more