Ukukapalata

Ukukapalata yisifo esiphatha abantwana uma besaqhumisa abathakathi (amazinyo). Kunenkolelo yokuthi akufanele abizwe ngamazinyo ngoba kungaqhubeleka phambili ukufa. Kufana noma umntwana enesifo senyongo nayo inyongo kuthiwa imbi noma umthakathi ukuze ukufa kungaqhubekeli phambili. Lesisifo siyelapheka kodwa kuyehluka ngokwabantu, lapha sizobheka imithi enjengomgwava nomsilimbuzi. Umntwana ugxotshelwa amahlamvu ale mithi kuhlanganiswe namanzi achathwe ngayo. Lemithi ifike isishubise isisu, … Read more

USitshifu inyanga yakwaZuma

Ubumnandi nobuhlakani bokuqonda kanzulu ngamakhambi, ezokwelapha nokuwazi ngezobunyanga. Isintu sinendlela yaso ejulile yokuxhumana nokuqonda indlela indalo esebenza ngayo. Mina Mbusiswa Zuma, umzukulu wenyanga eyayidumile esigodini sakwaNyuswa yathuthela endaweni okuthiwa isePhatheni, ngaba nenhlanhla yokukhulela emndenini onaleligalelo empilweni yabantu. USitshifu lona kwakuyikhehla elimpofu elaliyinyanga eyayidumile ngempela. Kwakugcwala ekhaya abantu bezofuna usizo oluhlukene. Wayeke athi uma elapha abantu, … Read more

Red Soil

Ibovu ‘red soil’ is the kind of soil that you can get from the rural areas near the river or in the valley. Ibovu does a lot of work even though some people think that it is just a soil. It can be used to make muthi which is helpful and that heals children, the … Read more

Pioneers of the herbalist trade

The Zulu word “muthi“, meaning medicine is familiar to most Durbanites whatever their home language. The traditional African medicines appear to work their magic on thousands of people who pass through the Durban muthi shops. Contents 1 Location2 Background3 Target Market4 Medicine and its Purpose Location Located at the hub of one of the city’s … Read more

Izithelo zasendle

Abafana abelusayo bebengalitholi ithuba lokuthi belusile babuye bashiye izinkomo bahambe bayodla emakhaya. Babengavumelekile ukuthi bashiye izinkomo zodwa ngoba bezifohla emasimini abantu ngoba ezikhathini zakudalal abantu babetshalile bengawabiyelile amasimu yingakho kwakudingeka zihlale zigadiwe izinkomo. Futhi kwakuyichilo ukuthi baphathe umphako bebedla khona ehlathini izithelo, bezingatshalwa muntu kodwa bebenenkolelo yokuthi uma kushintsha izikhathi zonyaka kunezinyoni zokufika ezifika nembewu … Read more