Umlazi

Umlazi is the biggest township in KwaZulu-Natal and the second biggest in South Africa after Soweto. In 1967 it was established as a black township under the apartheid government and was one of the places where many of those removed  from Cato Manor (uMkhumbane). Now free of the oppression that defined life under apartheid, Umlazi is … Read more

Umlando waseMkhumbane

I-Cator Manor indawo eyakhele idolobha laseThekwini yayibizwa ngoMkhumbane. Lendawo iseduze nesibhedlela Inkosi Albert Luthuli. UMkhumbane wawukhona ngeminyaka yawo 1949 ngesikhathi sempi yabantu abamnyama namaNdiya. Ngaleyominyaka lendawo yayinezakhiwo eziyimijondolo eminingi kwakuyikaduka emini. Kwakuhlala kakhulu abantu ababesebenza ezindaweni ezakhele iTheku. Ngaleyominyaka yayingekho imigwaqo kwakusetshenziswa imizila nezindlela zesintu, nenhlanzeko yayingekho wawungafunga ukuthi kwakuhlala izingulube ngenxa yokungcola. Izindlu zangasese … Read more

Umlando Womfulo UMam’omhlophe, Enanda

Umfula uMam’ omhlophe, umfula owaqanjwa ngabantu abamnyama. Lomfula uhlukanise indawo yase ziMangweni kanye neMatikwe, eNanda. Indawo yase Matikwe, eCongo yizindawo ezinomlando kanye naseziMangweni. Lapha kulezindawo ezikhathini zakudala kwaku naMaNdiya kanye nabantu abamnyama behlala ndawonye. AMaNdiya eyenezitolo ezinkulu ekwakuthengwa kuzo kanye nezindawo zokulima. Kanti amanzi ayekhiwa kuwo lomfula ngabantu baseMatikwe kanye nabantu abavela eCongo. Abantu bakulendawo … Read more

Umlando wendawo yaseTafuleni, eNanda

ETafuleni yindawo yaseNanda, eyindawo yasemaphandleni. Abantu bakhona banezindawo ezinkulu bayalima kanti kunanezimoba. Ngibe sengiba nengxoxo noGogo Louise Sithole ohlala khona eTafuleni osixoxele ngokuqanjwa kwalendawo. Wazalelwa endaweni yaseXobho ngonyaka ka 1940 ngo June 19. Endaweni yaseNanda walethwa ngumsebenzi wafikela endaweni yaseNtuzuma. Njengamanje uhlala eTafuleni emzini owayehlala namaNdiya khona. Uthi amaNdiya ayehlala nawo asuswa ngumasipala. Uthi umuzi … Read more

Umlando WakwaMzimela Nezithakazelo Zabo

Izithakazelo Mzimela! Mnguni! Lwandle olungawelwa Luwelwa zinkonjane zona ezindizela phezulu Mahlab’ angadli Ngoba udl’ umkhonto Mwelase! Ongaweli ngezibuko! Owela ngempambuse zomfula Umaginind’ umuntu ngomkhonto UDlubu lwahlutshwa ekhasini Gumede! Mbizeni! Ntaka! Sheleza! Mzungwanya, Dimbani; Donda kaMlimandlela Mfuyi wamatshe, Mnguni ! Mfeka Abasab’ amacokana Nzungane kaMagxega KaNtonga yethusi. Lwazi, Maconi AbaZimela ngentonga yethusi Abafokazana bezimelelela ngomhlanga Umlando wabo … Read more