IVades: Ukudla kwaMandiya okumnandi

IVades isidlo esimnandi saseNdiya esadluliselwa ezizukulwaneni ngezizukulwane abokufika baseNdiya eThekwini besuka ezweni labo laseNdiya. Abantu bachazwa ngesiko labo ngokudla abakudlayo kanye nekhono lokulondoloza isiko labo lilele ezindleleni nasendleleni yokuphila. IVades ngokuvamile iwukudla komkhuleko kwaseNingizimu neNdiya, isidlo esasungulwa abenkolelo yamaHindu abathanda okumnandi noma okumuncu noma okuphakathi nendawo, ngakho-ke lapho bethandaza futhi benikeza ukudla bayaqinisekisa ukuthi kuzwakala … Read more

U-Alicia noMerischa Naicker

UMerischa Naicker no-Alicia Naicker, baneminyaka eyishumi amabili nanye. Bangabantu abasha abazalelwa endaweni yaseThekwini. Yize beziqgaja ngokuba izakhamuzi zaseNingizimu Afrika, kabanamahloni ngemvelaphi yabo yaseNdiya. UMerischa no-Alicia babalwa ezigidini zamaNdiya ahlala eNingizimu Afrika. Alikho izwe ngaphandle kwaseNdiya elinabantu abaningi abadabuka eNdiya njengeNingizimu Afrika. Nansi ividiyo ka-Alicia noMerischa bezigqaja ngemvelaphi yabo yaseNdiya futhi bejabulisa izihlwele emcimbini we-Umkomaas Secondary Has … Read more

Umlando wendawo yaseTafuleni, eNanda

ETafuleni yindawo yaseNanda, eyindawo yasemaphandleni. Abantu bakhona banezindawo ezinkulu bayalima kanti kunanezimoba. Ngibe sengiba nengxoxo noGogo Louise Sithole ohlala khona eTafuleni osixoxele ngokuqanjwa kwalendawo. Wazalelwa endaweni yaseXobho ngonyaka ka 1940 ngo June 19. Endaweni yaseNanda walethwa ngumsebenzi wafikela endaweni yaseNtuzuma. Njengamanje uhlala eTafuleni emzini owayehlala namaNdiya khona. Uthi amaNdiya ayehlala nawo asuswa ngumasipala. Uthi umuzi … Read more

Vades: An Indian Savoury

Vades is an Indian savoury dish that was carried over through generations by the Indian settlers in Durban from their motherland India. People are defined in their culture by the food they eat and the ability to preserve their culture lies in their ways of living. Vades is predominately a South Indian prayer dish, a … Read more