Umlando wendawo yaseTafuleni, eNanda

ETafuleni yindawo yaseNanda, eyindawo yasemaphandleni. Abantu bakhona banezindawo ezinkulu bayalima kanti kunanezimoba. Ngibe sengiba nengxoxo noGogo Louise Sithole ohlala khona eTafuleni osixoxele ngokuqanjwa kwalendawo. Wazalelwa endaweni yaseXobho ngonyaka ka 1940 ngo June 19. Endaweni yaseNanda walethwa ngumsebenzi wafikela endaweni yaseNtuzuma. Njengamanje uhlala eTafuleni emzini owayehlala namaNdiya khona. Uthi amaNdiya ayehlala nawo asuswa ngumasipala. Uthi umuzi … Read more

Umlando Wokuqanjwa Kwendawo yaseMshayazafe, eNanda

EMshayazafe indawo yaseNanda eseduze nasoHlange. Igama lalendawo laqanjwa ngezikhathi zobandlululo, ngezikhathi eNanda kusahlala amaNdiya eduze nabantu abamnyama. AmaNdiya asuka kulendawo ngezikhathi zezimpi futhi nobugebengu bubuningi kakhulu. Kuthiwa indlela ubugebengu obabande ngayo kulendawo kwasekuholela ekutheni nezigebengu zangaphandle kwendawo zithole indawo yokugila imikhuba yazo. Ngenxa yalokhu umphakathi wahlangana waxoxisana ngobugebengu nekwakufanele bakwenze. Umphakathi wavumelana ngokuthi kufanele kukhethwe … Read more

eNanda.co.za launches!

An initiative of the Cultural and Heritage Tourism Programme, University of KwaZulu-Natal This interactive site is a limitless reservoir for the rich culture and heritage of eNanda (also called Inanda), a historically unique township outside Durban on the eastern seaboard of South Africa. It will be built up over time by trained volunteers, members of the community, informed outsiders and tourists who have visited eNanda. … Read more