Birds and beliefs in Zululand

Intsingizi (Southern Ground-Hornbill) Intsingizi is the bird that is hardly seen flying around and when it is seen, certain beliefs will start flowing in the minds of people. The Zulu communities strongly believe that intsingizi is a bird that has the power to bring down rain. When it appears the people of the community will … Read more

Ukugcinwa Kwezimbuzi Emakhaya

Imbuzi yisilwane esifuyiwe kakhulu KwaZulu Natal, abantu abaningi basifuyela ukudla njengenyama abanye bayazidayisa ngoba imbuzi kubantu abaningi abakholelwa emadlozini yisona silwane abakwazi ukuxhuma ngaso nabangasekho. Lokhu kubonakala noma ngabe ekhaya kwenziwa umsebenzi wenkomo akuvele kuhlatshwe yona kuphela, ngaphambi kokuthi ihlatshwe kufanele usokhaya azise abangasekho ukuthi uzokwenza umsebenzi ngokuthi ahlabe imbuzi Kunenkolelo kuMaZulu ukuthi imbuzi iyona … Read more

Ukusiselana Ngemfuyo

Kudala bebefuyile abamnumzane izinkomo, izimbuzi, izinkukhu, amahhashi, futhi belimile. Izikhumba zemfuyo yabo bebezisebenzisa ukuthi balale phezu kwazo ezinye bebezembatha, abesifazane bebezisebenzisela ukugqoka labo asebeganile kanye nokwakha imbeleko yengane. Ukusisa imfuyo Umnumzane uma ebona isimo sakamakhelwane singesihle owayefuye kakhulu wayemsisela ongenankomo ukuze akwazi ukuthi yena nomndeni wakhe badle. Bekubalulekile ukuthi kwaziswe umdiphi ukuthi inkomo ethile isingeyakomunye … Read more

Ukuma kwezimpondo zezinkomo

Igodla: inkabi enophondo olulodwa olubheke phansi (beast with one horn falling downwards) Igoqo: inkomo enezimpondo ezisontenele emuva Igubudu: inkomo enezimpondo ezigobele phansi bese ziqonda phambili (beast with horn curving down and forward)  Inqudulu: inkomo engenazimpondo (beast with no horns)  Ingudulu: inkabi esencane enezimpondo ezisamile (calf with horns beginning to grow)  Insontane: inkomo enezimpondo ezisontene Insizwa: inkabi engenazimpondo (hornless ox)  … Read more

The kraal

This is a place where the cattle sleep. A kraal is called isibaya in the South African isiZulu language. It is a structure made of logs in a Zulu homestead it used to keep the cows. The kraal is  built in the middle of the homestead. The woods or logs to build the kraal are collected and joined together to … Read more

Ukushukwa Kwezikhumba Nemisebenzi Yazo

Ukushukwa Kwezikhumba Nemisebenzi Yazo Indlela abantu abasebenzisa ngayo imvunulo ukukhombisa ngemvelaphi yabo nokuzigqaja. Sekujwayelekile ukuthi abantu baziphilisa ngokwenza nangokukhangisa ngemvunulo yabo ukuze bakwazi ukusiza imindeni yami ngezidingo zabo. Ngaphansi kukamasipala weTheku endaweni yaseDalton eduze nomgaqo uKhuzimpi Shezi kunabashuki bezikhumba abahlukahlukene abenza imvunulo bayidiyise noma baqashise ngayo kulabo abasuke benza imicimbi yesintu futhi bayikhangise ezivakashini zalapha ezweni lethu. Ukushukwa … Read more