U-Obed Mbatha

UMnumzane Mbatha wazalwa ngomhlaka-8 Meyi 1942 eMthashana e-Vryheid. UMbatha namuhla uthathwa ‘njengobuso’ be-Hilton Hotel (eThekwini) lapho asebenze khona njengomsizi womnyango, phecelezi i-doorman iminyaka engaphezu kuka-16. UMbatha wafunda eBhekuzulu Primary School eVryheid. Ngo-1953 umndeni wakhe wathuthela eMgungundlovu. Ufunde esikoleni e-Edendale (Ibanga 7) nase-Ashtown Secondary (Ibanga 7-8). Ngo-1959 umndeni wakhe wafudukela e-Cato Manor wasuswa ngenkani e-Cato Manor … Read more

Ukushukwa Kwezikhumba Nemisebenzi Yazo

Ukushukwa Kwezikhumba Nemisebenzi Yazo Indlela abantu abasebenzisa ngayo imvunulo ukukhombisa ngemvelaphi yabo nokuzigqaja. Sekujwayelekile ukuthi abantu baziphilisa ngokwenza nangokukhangisa ngemvunulo yabo ukuze bakwazi ukusiza imindeni yami ngezidingo zabo. Ngaphansi kukamasipala weTheku endaweni yaseDalton eduze nomgaqo uKhuzimpi Shezi kunabashuki bezikhumba abahlukahlukene abenza imvunulo bayidiyise noma baqashise ngayo kulabo abasuke benza imicimbi yesintu futhi bayikhangise ezivakashini zalapha ezweni lethu. Ukushukwa … Read more

Inanda dam

Contents 1 Inanda Dam 2 Okutholaka Kulendawo 3 Ukuhlanzwa kwamanzi 4 English Summary 5 Attractions Inanda Dam UNelisiwe Hlongwane uxoxisane noMnumzane Paulose Gwala no Mnumzane Gerald. Inanda Dam resort entranceUMnumzane Gwala wakhulela  kulendawo. UMnumzane Gerald usebenza eMsinsi uye osixoxele ngalendawo futhi uye osiza labo abasuke befuna ukuzobona indawo. Inanda Dam lise Valley of 1000 Hills uma … Read more