Ukuphilisana kwabantu
Ukulunywa yinja Uma umuntu elunywe yinja yakwamakhelwane, ubeyakhona kulowomuzi bese bethatha uphuthu belininda esilondeni lapho elunywe khona yinja. Kuthe ngemuva kwesikhashana bese lolophuthu beluphonsela inja ukuze iludle. Uma ibaleka ingafuni ukudla bebeyibamba ngenkani beyifake lona emlonyeni, bese bewuvala umlomo ukuze baqinisekise ukuthi iyaludla futhi iyalugwinya loluphuthu. Babenzela ukuthi lowomuntu angajwayelwa ukulunywa yilenja yasekhaya. Bese beyibamba … Read more