Izilwane ezingamabika
Inkulu indaba ngezilwane, uma kungesikho ukukwakhiwa kwemvunulo ngazo, ziyazingelwa, uma kungasikho lokho ziyahlatshwa. Nami ke ngithi angikuveze nxazonke okumayelana nezilwane, kepha ke kulelikhasi sithinta kwezasendle kanye nezikubikayo. Ezinye zezilwane zasendle zibika okuthile okunye okuthinta izigameko ezithile, okuyikho esizokudalula kulengosi yethu yokuqeketha ngezinto zesintu. Ezinye zezilwane zizwakala ngokukhala uma kukhona ezikubikayo, akudingi ukuthi zize zibonakale. Imvukuzane – … Read more