Ukusetshenziswa kwenkukhu ukwenza umsebenzi ekhaya
Imisebenzi inemithelela emikhulu ekuphileni kwabantu nangendlela okuxhunyanwa ngayo nabantu abaphansi ngokwenziwa kwayo imisebenzi. Inkukhu enye yezilwane ezisetshenziswayo ukwenza imisebenzi. Inkukhu isilwane sasekhaya esaziwa ngokuthi sizulazula egcekeni asiyi kude nekhaya. Sinomsebenzi omkhulu uma kwenziwa amasiko okuhlabela abaphansi. Kungaba ukuhlola, ukuvika ibhadi, ukuqinisa noma ukugeza. Lapha inkukhu yenza umsebenzi omkhulu kabi. Kodwa ayivele idunyelwe nje inkukhu njengoba sekwenziwa … Read more