Ukwenziwa Kokudla Kwesintu
Umdokwe: Wenziwa ngamabele noma ngombila, kugaywa ummbila noma amabele kube yimpuphu kulaliswa embizeni kuthelwe amanzi antukuntuku ukwenzela ukuthi kuse sekumuncwana ngakusasa kuthiwa sekubilile kuyaphekwa sekuyiphalishi elimuncu kubekwe lapha kuphuzwa sekupholile imvamisa kuhlala kukhona kwenzela nezivakashi nabantwana. Incumbe: Ukudla kwabantwana kwenziwa ngephalishi elimanzi ngobisi noma amasi Isijabane: Uphuthu oluphekwe lahlanganiswa nemfino Isijingi: Kuphekwa ithanga noma ibhece … Read more