Umsebenzi Wobungoma
Ingxoxo noMakhosi P. M. Dlamini waseMpandwini eMbumbulu. UZanele Shange wohlelo Ulwazi ube nengxoxo noMakhosi Dlamini oyisangoma. Ngemuva kokugula isikhathi eside kwatholakala ukuthi kufanele athwasele ubungoma. Waya kothwasa wakwenza konke okwakufanele akwenze esigodlweni wabe esephothula eseyoqala umsebenzi wobungoma. Ezinye zezingqinamba uMakhosi Dlamini abhekana nazo ekuthwaseni ukuhamba ngezinyawo angazifaki izicathulo okwenziwa yilabo abasuke besathwasa kanye nokuvuka ekuseni kakhulu ukuze … Read more