Ukulima nokuhlakulela insimu yombila
Ukuhlakula kusho ukususa ukhula noma lokhu okuzimilele ensimini emuva kokuba sekwatshalwa umbila nezintanga. Kuqalwa kutshalwe umbila nezintanga bese kuhlakulwa. Kuhlakulwa ngoba kusuke sekukhona lokhu okungatshalwanga njengo cadolo, nesishiphi sendoda, nokhukhunathi nokunye okungadingeki, ngoba kusuke kuzobangisana nezitshalo ezidingekayo bese kuphuma isivuno esincane. Ngoba zisuke zizoncintelana ngomsoco nangamanzi asemhlabathini zigcine zikhipha umbila noma amathanga nencanga amancane noma … Read more