IVictorian Railway Station

Izakhiwo eziningi zasedolobheni laseThekwini zinomlando omningi, ikakhulukazi izakhiwo ezindala, ngoba phela izona eziwumongo wedolobha, ukusungulwa kwalo kanye nokuthuthuka kwalo. Kubalulekile ke ukuthi sihlale sihlale sibuye siwuvuse umlando wezakhiwo zakuleli dolobha khona nentsha izokwazi iphinde iqonde ngokubaluleka kwezakhiwo ezithile edolobheni. Sisekuwo umlando wase workshop “Victorian Railway Station”. Lendawo manje isihluke kakhulu kunesikhathi eyakhiwa ngaso. Okokuqala nje … Read more

UMaskandi

Umculo kaMaskandi udumile futhi uthandwa kakhulu eNingizimu Afrika, ikakhulukazi esifundazweni saKwaZulu-Natal. Lo mculo unomlando omkhulu ekungcebelekeni, ekuxoxeni ngezinto ezithinta abantu, kanti nokuqhuba usikompilo lwabantu base-Afrika, ikakhulukazi labo besizwe samaZulu. Zithanda ukubaningana izikhondlakhondla zomculo ezihleli endaweni ephakeme yomlando waseNingizimu Afrika wezobuciko ezazicula wona lo mculo kaMaskandi. Lapha kubalwa oBhekumuzi Luthuli, oMfaz’Omnyama noBusi Mhlongo. Izindaba ezimnandi ukuthi … Read more

Dr Sazi Dlamini

Dr Sazi Dlamini was born in 1966 and matriculated from Amanzimtoti Zulu Training School, formally known as Adams Mission, in 1979. He studied in Durban and graduated from the then University of Natal with a Diploma in Musical Performance in jazz guitar, which was followed by a Bachelor in Music degree, specialising in Jazz and … Read more

UDokotela Sazi Dlamini

UDokotela Sazi Dlamini wazalwa ngo-1966 wenza umatikuletsheni eManzimtoti Zulu Training School, eyayaziwa nge-Adams Mission, ngo-1979. Wafunda eThekwini waphothula iziqu ze-Diploma in Musical Performance yesigingci se-jazz e-University of Natal, eyalandelwa i-Bachelor in Music, egxile kwi-jazz nasezifundweni ze-Jazz ngo-1995, kanye ne-Masters in Ethnomusicology ngo-1997. Ngo-2008 uDokotela Dlamini wazuza zakhe ze-PhD kwi-Musicology ovwaningweni lwakhe nge-jazz yaseNingizimu Afrika ekudingisweni, … Read more

Usiko

Usiko Njengama-Afrika sikholelwa emadlozini kodwa hhayi sonke. Ukukholelwa emadlozini ukukholelwa kumuntu noma kubantu asebashona kudala. Abanye abantu bashintsha izinkolelo zabo ngenxa yobuKristu, abanye bakholelwa emadlozini. Kudala bonke abantu abansundu babekholelwa emadlozini manje njengoba kunale nkolelo eyaqalwa ngabantu abamhlophe abakholelwa ekuthiwa ubuKrestu. Njengomuntu omnyama kumele ukholelwe esikweni lakho, ukholwe emadlozini, ukholwe ngabantu abafa kudala. Abamnyama kumele … Read more

IYouTube nesintu

Ukuhamba kwesikhathi kusho khona ukushintsha kwezinto, ubuchwepheshe be-Technology benza izinto zibelula. Ukuba khona kwezinhlaka zomculo kanye nokubukiswa kwezinto zesimanje sezivule inkundla yokuthi kubelula ukubona izinhlobo ezihlukene zamasiko ngokwehlukana kwezizwe. IKwaZulu Natali isifundazwe esikhulu kanti ke noma amasiko amaningi esiwenzayo efana kepha ukwenza kuyahlukana . Isibonelo nje indlela okuvunulwa ngayo kwehluka ngezigodi. Uma uya koMzimkhulu nakoBergville … Read more