Umlando weVictorian Railway Station “Workshop”

ISteshi sikajantshi sisuka ngeminyaka yama-1890s, emuva kokuba uhulumeni wakwaZulu (Natal Government Railways) wezitimela abona ukwenyuka kokuhweba endaweni yaseThekwini wabe eseqhamuka nombolo wokwakhiwa kuka jantshi wezitimela. Kulesiteshi kunesakhiwo esino veranda esinakhiwe ngezitini ezinombala ongathi uphuzi ngaphandle sibaluleke kakhulu, ingakho ngo-1979 Agasti 10 saqokwa njenge sinye sezakhiwo ezibalulekile eNingizimu Afrika ngokuqokwa njenge “National Monument” ngaphansi komthetho we … Read more

IVictorian Railway Station

Izakhiwo eziningi zasedolobheni laseThekwini zinomlando omningi, ikakhulukazi izakhiwo ezindala, ngoba phela izona eziwumongo wedolobha, ukusungulwa kwalo kanye nokuthuthuka kwalo. Kubalulekile ke ukuthi sihlale sihlale sibuye siwuvuse umlando wezakhiwo zakuleli dolobha khona nentsha izokwazi iphinde iqonde ngokubaluleka kwezakhiwo ezithile edolobheni. Sisekuwo umlando wase workshop “Victorian Railway Station”. Lendawo manje isihluke kakhulu kunesikhathi eyakhiwa ngaso. Okokuqala nje … Read more