Ukugujwa Kwehlahla LikaKhisimusi
Igama elithi ihlahla lathathelwa esihlahlani sikaKhisimusi. Ihlahla lalenziwa noma lisenziwa kwezinye izindawo ngo mhlaka 25 kuZibandlela ukubungaza usuku lolo. Ezindaweni zasemakhaya iningi labantu ikakhulukazi abesilisa babesebenzela ezindaweni ezikude nasemakhaya okwenza ukuthi isikhathi esiningi babengekho. Kwakusetshenziswa lolusuku ukuthi umphakathi uhlangane ujabulile. Lapha obaba nezinsizwa basuke bebuyile emakhaya emadolobheni. Lendaba siyibaliselwe nguMama Makhosazane Mdabe nomzukulu wakhe uMbali … Read more