Ekufanele Ukwazi Ngendlela yokuphila

Akukhulunywa nomuntu omdala umbheke emehlweni kukhombisa ukungahloniphi lapho. Lowo omncane uthobisa ikhanda aphendule ngomlomo ukuthi uyezwa.Uma umuntu omdala ekumukelisa into uthatha ngezandla zombili, noma usondeza izandla zombili kuye esinye kubesengathi siba ngaphansi kwesithathayo, babethi lokho kukhombisa inhlonipho nentobeko kumuntu omdala. Akukhulunywa nokudla emlonyeni kuthiwa uyomelwa zindaba. Awumi uqonde emzini wenye indoda kodwa ugobisa amadolo uma … Read more