Umlando kaNcheleni Lizzy Sibiya – Isishoshovu somphakathi waseCongo, Inanda
Umlando Sixoxisane noKhindi Nelisiwe Sibiya oyingane kaMkhokheli Nchelani Lizzie Sibiya. Wayaziwa ngokuthi uMkhokheli. Wazalelwa endaweni yaseKranskop esigodini saseMabovini ngonyaka ka 1930 wakhulela khona, wagana wathola izingane iziyisithupha, ezine zazo zesashona. UNelisiwe uyingane yokugcina. Ngemuva kokudlula emhlabeni kukamyeni kaNcheleni Lizzie Sibiya wabona ukuthi akafudukele edolobheni laseThekwini ukuze akwazi ukusebenza ondle izingane zakhe. Wafikela endaweni yaKwa Mashu … Read more