Umlando weSix Foot Dance Festival eThekwini

Ubuciko bokudansa nobomdlalo buwuhlobo lwenkulumo olwenziwe kuyo yonke imiphakathi futhi buhlobene nomongo wesikhathi. Lapho abasebenzi baseNdiya bezinza eThekwini, babona isidingo sokugcina isiko labo ngokusungula amathempeli kanye ukuqala imikhosi eyayidumile eNdiya. ITherukoothu noma umkhosi womdanso oyizinyawo eziyisithupha kwaba ngomunye wemikhosi enjalo eyalethwa isuka eningizimu neNdiya. Kusho ukudlala emgwaqweni noma umdlalo owenziwa ngabesilisa ikakhulukazi abagqoke njengabesifazane futhi … Read more

Gqom

I-Gqom uhlobo lomculo nolomdanso olushisa izikhotha eNingizimu Afrika yonke. Ngokubika kwabomlando, i-Gqom yaqumbuka emalokishini aseThekwini nasesifundazweni saseMpumalanga Kapa. Igqom iwuhlobo lwe-house music onesigqi esisheshayo. Igama elithi ‘igqomu’ lidala eThekwini – kanti lwaziwa njengegama elichaza ingoma emnandi yokuzijabulisa. Leli gama-ke lisanda kuduma kwezinye izinhlanga zaseNingizimu Afrika, emva kokusebenza kanzima kwabantu abasemukhakheni wezomculo ekwenzeni iGqom idume izwe … Read more

Umdanso

Into enhle ngeTheku ukuthi lilidolobha eliqukethe izinhlanga eziningi zabantu. Ukuhlangahlangana nokuxubana kwabantu eThekwini kuyinto enhle kubahlali ngoba kubanika amathuba okufunda izinto eziningi nokwazi ukwenza izinto eziningi. Bhekani le-video engezansi, intokazi, uDerisha Naicker, wokudabuka ngobuNdiya kodwa ekwazi ukudansa, ixube umdanso wesiko lwayo, iyixube nomdanso wesimanje weKwaito, idansela umculo weqembu lo mculo elidumile, iMafikizolo. English Summary One … Read more

Gumboot Dance – A shared South African story

There is a lot that South Africans can be proud of. South Africans are revered internationally for their ability to turn lemons into lemonade and to be innovative in the face of adversity. One such innovation that South Africans can be proud of is gumboot dance. Today, it is common to find people orderly grouped, … Read more

Zulu Traditional Dance

Zulu traditional dancer Nunu Mkhize, a leader of KwaMkhize Zulu Traditional Dance Group,  said the group was started at KwaZwelibomvu in Pinetown, Durban but is currently staying in Umbumbulu. He started dancing at a very young age and considers it a sport. He believes that by participating in the group it helps him not to focus on negative … Read more

Umculo Nendlamu, Sibusisiwe High School

Abantu babewuthanda umculo futhi yayingekho imisakazo. Abantu babecula noma yingasiphi isikhathi, njengokuthi amantombazane uma eyokha amanzi oma eyotheza ayehamba ecula kanjalo nabafana noma amadoda uma eyozingela nawo ayecula. Umculo babewusebenzisa njengendlela yokuxhumana ngoba omunye umuntu wayezwa ngohlobo lweculo ukuthi kuyiwaphi aphume alandele labo. Kuthiwa uma beyotheza babenendlela ababebizana ngayo ehlathini, isibonelo uma kukhona omemezayo ebuza … Read more