Umculo Nendlamu, Sibusisiwe High School

Abantu babewuthanda umculo futhi yayingekho imisakazo. Abantu babecula noma yingasiphi isikhathi, njengokuthi amantombazane uma eyokha amanzi oma eyotheza ayehamba ecula kanjalo nabafana noma amadoda uma eyozingela nawo ayecula. Umculo babewusebenzisa njengendlela yokuxhumana ngoba omunye umuntu wayezwa ngohlobo lweculo ukuthi kuyiwaphi aphume alandele labo. Kuthiwa uma beyotheza babenendlela ababebizana ngayo ehlathini, isibonelo uma kukhona omemezayo ebuza … Read more

Sipho Zaca Family History

Ukhokho wami wayeyintombi yakwaMhlongo, washadela kwaMajola wathola intokazi ezala umama wami, uAsanda Majola. U-Asanda washadela kwaZaca eshada no-Albert Zaca owayezalwa uSiliya Latha. Babe namadodakazi amabili nendodana eyodwa. Ubaba ka mama wathola amadodakazi amane nendodana eyodwa. Indodakazi yabo yokuqala uTholakele, eyesibili uThokozani ozala mina, eyesithathu uThandazile owashadela kwaMkhize eyokugcina uZanele owashadela kwaGumede bese kuba uJabulani okuyindodana … Read more