Ukuhlukaniswa ngezigaba kwenyama yenkomo
Kunendlela elandelwayo uma kuhlatshiwe inkomo ekhaya. Kunezingxenye zenyama engadliwa ubulili noma ibuphi kanti futhi kukhona futhi edliwa ngokweminyaka yabantu. Inanzi – Ixhumene netwani iyisikhwanyana esincane. Phakathi kunobulongwe obumanzi. Idliwa omama. Iphaphu – Lisesifubeni likhishwa kanye nenhliziyo. Lidliwa abafana. Isibindi – Siseduze kwephaphu. Sikhulu kuso kukhishwa inyongo. Sidliwa ubaba wekhaya usikelwa umbengo ose bese kusala esamakhosikazi. Inhliziyo … Read more