Isikole sakwa Ndlovu, eNew Farm: Iqhaza elabanjwa ngu Mam’Ndlovu ekufundiseni umphakathi

‘Uma ufundisa umuntu wesilisa, ufundisa umuntu oyedwa, koda uma ufundisa umuntu wesifazane, ufundisa isizwe’[1] Umbhali: Ayanda Siphesihle Simelane Lombhalo uyisiqeshana esiveza iqhaza elabanjwa abantu besifazane ekuthuthukiseni umphakathi ozimele wamakholwa[2] eNanda besebenzisa imfundo.  U-Busisiwe ‘Noni’ MaCibane Ndlovu wayenguthisa ovelele, wakha isikole eNanda, eduze kwase Phoenix Settlement, okwakuyikhaya lika Mahatma Gandhi ngesikhathi sakhe ese Mzansi Afrika. Leyandawo … Read more