Umncintiswano weZulu Dance

UShaka Marine World uhambisana noMnyango Wezemidlalo, Ubuciko Namasiko isingathe iZulu Dance Competition ethathe izinsuku ezintathu kulempelasonto ende esiphuma kuyo. Lo mncintiswano obubophele amaqembu aqhamuka ezindaweni ezahlukene ubuyigxenye yokuthuthukisa amaciko. Kusukela ngoMgqibelo ngomhlaka-30 Aphreli 2022 amaqhembu esine adedelana kuhlungwa  azoqhudelana ukuwina ikontileka yonyaka wonke yokusebenzisana ne-uShaka Marine World. Zingenile izinsizwa nezintokazi zayabhikla ingoma. Kumaqembu awu-6 afinyelele … Read more

Isishameni

Umuntu ufunda akaphezi. Uthi bewazi ukuthi kukhona uhlobo lomdanso wesizwe obizwa ngokuthi isishameni? Lalela-ke! Kahle kahle, isishameni singabizwa nje ngokuthi uhlobo lwendlamu olwaqumbuka endaweni yaseMsinga. Igama elithi isishameni lisuka egameni lomfula, Ushameni, odlula khona endaweni yaseMsinga. Ukuze uthole isithombe, sishicilele i-video lapho abafundi baseNyuvesi yaKwaZulu-Natal begida isishameni ngengoma ethi Iza mngoma niyavuma. Article Overview This … Read more

Ukusina kwamantombazane

Thina koSothole songamagagu! Kulelikhasi siveza umbukiso wezintshikizane zakoKhanyile zisina ngalo belu ilanga lehlambo. Le-video ikhombisa amantombazane esina endlini emva komcimbi. Brief Overview This video shows young girls engaged in traditional dance after the ihlambo ceremony. Siboniso LangaSiboniso Langa is a content generator, researcher and practising poet. His work focuses on Zulu oral and material culture, … Read more

Ihlahla likaZibandlela

Ihlahla lika Zibandlela Kwabaningi ezindaweni ezahlukahlukene, uZibandlela inyanga lapho besuke bethola isikhathi sokuhlala nomndeni bajabulele ukuba ndawonye njengoba abaningi behlala emadolobheni la abasebenzela khona. Miningi nemicimbi, imidlalo kanye nemibungazo ehlanganisa abantu eba khona, la kuhlangana khona abantu bazijabulisa beneme. Ngiselapho nje emidlalweni eba khona, ngithi ake sithi qephu qephu ngendaba yomdlalo ka Shameni noma wengoma … Read more

Isigenyane

Isigenyane olunye uhlobo lomgido wesintu. Isigenyane sehlukile kunezinye izinhlobo zemigido yesintu ezinjengendlamu, isicathamiya nengoma ngoba sona sigidwa amantombazane noma abantu besifazane kuphela. Ngaphansi kune-video ekhombisa wona lo mdanso, ngokuhlelwa kwawo uZoliswa Mchunu. Ngokugida okungezansi, uMa’Mchunu ubonga umama wakhe ngokumukhulisa. Le video ithetshulwe eNyuvesi yaKwaZulu-Natal, eHoward College, eThekwini. Above is a video showing a performance of … Read more

Omama bomgido, kuguga othandayo

Le-video engezansi yathwetshulwa uMaNyawose kweminye yemcimbi yangakwakhe eMagabheni. Ake nibheke omama abadala abakuveza ngokwenza ukuthi kuguga othandayo. _______________________________________ The video above shows two women in traditional Zulu attire celebrating by way of dance at a traditional event in KwaZuba Rural Area, south of Durban.