Umncintiswano weZulu Dance

UShaka Marine World uhambisana noMnyango Wezemidlalo, Ubuciko Namasiko isingathe iZulu Dance Competition ethathe izinsuku ezintathu kulempelasonto ende esiphuma kuyo. Lo mncintiswano obubophele amaqembu aqhamuka ezindaweni ezahlukene ubuyigxenye yokuthuthukisa amaciko. Kusukela ngoMgqibelo ngomhlaka-30 Aphreli 2022 amaqhembu esine adedelana kuhlungwa  azoqhudelana ukuwina ikontileka yonyaka wonke yokusebenzisana ne-uShaka Marine World. Zingenile izinsizwa nezintokazi zayabhikla ingoma. Kumaqembu awu-6 afinyelele … Read more

UMadala Kunene

UMadala Kunene wazalelwa e-Cato Manor, eThekwini ngo-1951. Ungumkhiqizi weRekhodi, uMculi, uMculi, uGuitarist obizwa kakhulu njengeKing of Zulu isiginci. Uqale umsebenzi wakhe wezomculo eneminyaka eyisikhombisa. Enza isigingci sakhe sokuqala ngothayela kawoyela wokupheka kanye namathumbu ezinhlanzi ngentambo, kungekudala waba ngumculi odumile emalokishini. Wahamba kahle eminyakeni yama-70, kwathi ngeminyaka yama-90 wahlangana neqembu lomdanso iWoza Africa lapho abhala khona, … Read more

Izingqalabutho zaMaskandi

Kuzoshunq’ uthuli siyibhikla kule mpelasonto mhlaka 25 Septemba e-The Playhouse Company eThekwini. Izingqalabutho Maskandi Concert izobe ibophele izinkakha ezizobe zisina zidedelana  zenza ezidume ngazo. Le concert ezobe ibophele izingqalabutho zamaskandi njengegama layo kuzobe kukhona omakade bebona  singabala uPhuzekhemisi,  Madala Kunene, Thwalofu, Bheki Khoza, Nkunz’ Emdaka kanye nabanye. Kulindeleke amanoni ezingoma alezi zinkakha. Uma ucabanga ezingasoze … Read more

King of the Zulu Guitar

Blessed with an uncanny ability to play the guitar, and a tongue-in-cheek sense of humour, Madala Kunene, is undoubtedly one of KwaZulu-Natal’s most respected musicians, having played with the likes of the late Hugh Masekela and Busi Mhlongo. While Kunene dislikes the idea of labels, his sound is most often associated with mbaqanga or maskandi music, although with … Read more

King of the Zulu Guitar

Madala Kunene has always done things his own way. Despite both of his parents being academics, Kunene refused to attend school and instead spent his childhood busking on the Durban beachfront, playing his own version of Maskandi guitar on an instrument made out of a cooking oil tin and fish gut. Kunene was born in … Read more