Umuntu ufunda akaphezi. Uthi bewazi ukuthi kukhona uhlobo lomdanso wesizwe obizwa ngokuthi isishameni? Lalela-ke!
Kahle kahle, isishameni singabizwa nje ngokuthi uhlobo lwendlamu olwaqumbuka endaweni yaseMsinga. Igama elithi isishameni lisuka egameni lomfula, Ushameni, odlula khona endaweni yaseMsinga.
Ukuze uthole isithombe, sishicilele i-video lapho abafundi baseNyuvesi yaKwaZulu-Natal begida isishameni ngengoma ethi Iza mngoma niyavuma.
http://https://youtu.be/NWxLWgQRAak
Article Overview
This article demonstrates through words and videography a traditional dance form called isishameni. The dance form derives its name from Ushameni, a river in the area of Umsinga, a rural area in located in the centre of the KwaZulu-Natal province. The dance form can be considered a sub-genre of indlamu. Isishameni forms part of the mainstream Zulu traditional dance forms and in the video, students from Durban can be seen performing the dance. The video was taken in 2018.