Esibayeni
Kulengosi yolwazi besike sabhala phambilini ngendaba yehlambo lomnumnzane ongasekho emhlabeni. Kulelisonto elidlule bengisekhaya likabab’ omdala eRichards Bay endaweni yaseMandlanzini la obekunehlambo khona likamkhulu. Ngibe sengisina ngizibethela ke ngithatha ama-video ngathwebula nezithombe, kusuka kuhlatshwa inkomo esibayeni, ukuhlinzwa kwayo njengoba kuhlatshwa uma kunehlambo. Akugcinanga lapho, ikhona nembukiswano ethathwe kudliwa umlenze esibayeni udliwa izinsizwa zendawo kanye ke nakho ukuphekwa … Read more