Ukukhishwa Kwethwasa Ethongeni

Mhla zingu 17 February 2013 sihambele umcimbi wokukhishwa kwethwasa endaweni yaseNanda. Belithwasiswa uMama Maphumulo, umcimbi wenziwe emzini wakhe noma lona belingahlali khona ngenxa yokuthi belisebenza lihlala ekhaya lalo njengoba isikhathi esiningi amathwasa ahlala lapho esuke efundela khona umsebenzi wobungoma njengokuthi uma linengane liyakwazi ukuthhwasa lihlala ekhaya. Kodwa kunezikhathi ekufanele liye lapho elithwasela khona liyofunda ezinye … Read more