Umncamo
Amasiko lapha esiZulwini kungamaguguawobabamkhulu bethu aphendlwa adluliswa izizukulwane ngezizukulwane ukuba ziwalandele ngoba esho incazelo noma inqubomgomo yokwenza izinto ngendlela ehloniphekile empilweni. Umncamo into eyayenziwa uma kuzogana intombi iye kamkhwenyana ngakusasa ngosuku lomshado. Intombi lena eyayizoshada yayihlala elawini lapho ibe nezinye izintombi khona ubusuku ngaphambi kokuba kube wusuku lomshado. Yayihlatshelwa imbuzi bese inyongo yembuzuzi nomhlwehlwe wayo … Read more