Die Droom Lamp

Die Droom Lampgeskryf deur Jeaneme Kuhn Tweede Prys wenner in die Afrikaans afdeling van die 2008 Kreatiewe Skryf kompetisie van die eThekwini Munisipale Biblioteek. Second Prize winner in the Afrikaans category of the 2008 Creative Writing competition of the eThekwini Municipal Library. Hoofstuk 1 “Ma weet ek is verveeld.  Ek wens ek kon iewers anders gaan waar … Read more

Sandile Maphumulo Familly History

Contents 1 Izithakazelo zakwaMaphumulo 2 Umndeni wakubo ka Mama kwaNjapha 3 English Summary 4 Maphumulo Family 5 Njapha Family Izithakazelo zakwaMaphumulo Maphumulo, Mashimane! Zulu, Mashiyane, Zikode Zukuzela wen’ owehla ngomzungulu wasala wabola. Mina ngidabuka endaweni yakwaThoyane esigodini saseNtukwini kwaHwayi, eHlanzeni. Ubaba ongizalayo nguSthembile wakwa Maphumulo, umama wami nguMakhosi Njapha oshadele kaMaphumulo. Umkhulu wami ozala ubaba … Read more

Ukuthakathwa Ngezilwane Zasendle

Imithi namakhambi adume ukusetshenziswa ukusiza abantu ekuqineni noma ekulashweni esifweni esithize ababhekene naso. Kodwa kuvame ukuthi abantu bagcine sebeganga ngalamakhambi abawaphiwe ukuthi balaphe ngawo benze okunye okuwukonakala nomkhuba ongcolile ocekela phansi abanye abantu nemizi yabo. Lesi senzo sokucekela phansi ngokonakala ngamakhambi kubizwa ngokuthi ukuthakatha. Lapha umuntu usuke enomona ngenxa yento ethize lona omunye angenayo noma … Read more

Okwenziwayo Uma Umuntu Ekhulelwe Esoma

Ziningi izinto ezilandelwayo ngokwesiko laKwaZulu uma intombazane noma umfana esefike esigabeni sokuqoma noma sokuqonywa. Lokhu bekwenzelwa ukuthi bangazitholi sebesenkingeni yokuthola abantwana bengaganene, futhi nokuthi uma sebeqomene kwakunendlela yokuthi baziwe endaweni labo ababili khona bengeke besakwazi ukuthi baqome abanye obekungadala umsindo nokungezwani endaweni. Labo ababili bebelulekwa kakhulu ngabadala ngalezozinto ekufanele bazenze noma bangazenzi ngoba ngesinye isikhathi … Read more