Uhlanga Lokuthakatha

Umkhulu Makhathini wazalwa ngo 1933 ezalelwa KwaZulu. Ngenxa yokufuna ukusondelana nomsebenzi wase akha endaweni yaseNkanyezini, kwaXimba esebenzela edolobheni laseThekwini. Usixoxela ngendaba yabantu abathakathayo noma labo okuthiwa banohlanga lokuthakatha ukuthi lutholakala kanjani nangendaba eyenzeka ngakubo esakhula. Umuntu owaziwa ngomthakathi kungaba owesifazane noma owesilisa, futhi azikho izimpawu ababonakala ngazo, ngesinye isikhathi umuntu anukwe ngoba abantu bebona ukuba … Read more

Izinkolelo zabantu ngotokoloshe

Kunezinkolelo eziningi kubantu ngokuthi yini utikoloshe, kodwa isikhathi esiningi uhlanganiswa nemisebenzi yobubi yalabo ababizwa ngabathakathi. Kuthiwa abathakathi bayakwazi ukuthi benze sengathi umuntu ufile singakafiki isikhathi sakhe khona bezomenza isigqila sabo noma asebenzele bona imisebenzi yomumnyama. Isikhathi esiningi lowomuntu abasuke bemfuna bayamgulisa noma avelelwe yingozi yemoto bese beyamthwebule ahlale emizini yabo. Sixoxe noBaba uSgonondo Khawula, ositshele … Read more