Ngiyiqhawe le Mpilo yami!

Kulonyaka ngidela konke ukuzenyeza, Ngithabatha ithemba, inhlonipho, nokuzimisela njengomphako wendlela yempilo yami. Yebo, ngizoyihamba le ndlela yempilo ngendlela engibona ingilungele.   Wena omubi ngiyakuxwayisa ngithi deda kweyami impilo! Kanjalo nje, nami ngiyadeda kubantu abakhafula ubumnyama ngamazwi, Ngiyasondela kuwe Mdali, ngithi iba nami Nkosi. Amandla nobungcwele kungokwakho. Ngiyavuma, ngiyakwamukela konke okuhlose ngempilo yami.   Nginomthelela omkhulu … Read more

Phansi Ngokushaya Abantu Besifazane

Minyaka yonke, njalo ngomhlaka-25 kuLwezi kuya kumhlaka-10 kuZibandlela, umhlaba wonke usuke ubungaza umkhankaso obizwa ngokuthi i-16 Days of Activism Against Gender-Based Violence. Ezweni lethu iNingizimu Afrika, lo mkhankaso waziwa ngokuthi i-16 Days of Activism for No Violence against Women and Children Campaign. Inhloso yalo mkhankaso wukuqwashisa umphakathi nokulwa nokuhlukunyezwa kwabantu besifazane nezingane. Ngeshwa-ke, i-Ningizimu Afrika … Read more

Nkosi Gumede – Bangiphica Ngenganekwano

Nali igagu lamagama uNkosi Gumede. Ngezansi kuqoshwe inkondlo yakhe kodwa kulabo abangenakulalela bangafunda la: Bangiphica ngenganekwano, Bangigoba ngisemanzi Ngifunda ngokuqonda, bangilusa ngisephansi. Indlela, ngakhula ngakhomba Ngamemeza ngezisho Kwasabela izaga Nganikela ngephimbo, kwasa ngokumnyama, Ngafumbatha ngobuciko, ngabhodla ngokukhanya.   Bakhala ngenhlanhla, Kwathiwa kanjani? Ngoba injubane esuke kuqala kunomfana, Bamukala ngokhamba kwathiwa angani nembiza yaphuza ukuhamba!   … Read more

Lerato Sokhulu – Our Monsters

ULerato Sokhulu uyimbongi ezinze eThekwini ngokuhlala. Kungashiwo nje kugcwale umlomo ukuthi ubudlelwano bobuciko noNkosazana Sokhulu bunesisekelo sentando. Kwazise phela ukuthi lentokazi iphinde isebenze njengomsakazi kwesinye seziteshi ezinkulu kwaZulu-Natal, ingumlingisi iphinde ibe futhi umbhali. Wena ofunda le ndatshana, awuke usondele ulalele le ntokazi ishaya inkondlo ngolimi lasemzini lapho khona ixoxa ngendaba ethinta intsha eningi yaseNingizimu Afrika. … Read more

Tulile Siguca

Tulile Siguca is a Grahamstown-born, Durban-based poet who is also the chairman of Izibongi Zesimanje/Nowadays Poets. I have uploaded his performance here (recorded on October 21, 2017 at the Playhouse Theatre in Durban) because I believe he has a very important message which needs listening to. He touches a nerve and forces his audience to … Read more

Nkosi Gumede – Uxolo lusangabaza

Nali igagu ngamazwi, imbongi uNkosi Gumede, edlulisa imizwa yakhe ngesimo senhlalo nobulungiswa eNingizimu Afrika, emva kwalokho ekubukeka sengathi izinhlelo zokuqaqa amagomagoma okuhlithwa komhlaba nobandlulo kuleli. Le Nkondlo wayihaya ePlayhouse Theatre eThekwini mhla ziyi-21 October 2017. Impela ukuze uyiqonde kahle le nkondlo kudingeka ukuba ujule, namehlo engqondo uwavule kabukhali. Above is a spoken word performance by … Read more