Lerato Sokhulu – Our Monsters

ULerato Sokhulu uyimbongi ezinze eThekwini ngokuhlala. Kungashiwo nje kugcwale umlomo ukuthi ubudlelwano bobuciko noNkosazana Sokhulu bunesisekelo sentando. Kwazise phela ukuthi lentokazi iphinde isebenze njengomsakazi kwesinye seziteshi ezinkulu kwaZulu-Natal, ingumlingisi iphinde ibe futhi umbhali.

Wena ofunda le ndatshana, awuke usondele ulalele le ntokazi ishaya inkondlo ngolimi lasemzini lapho khona ixoxa ngendaba ethinta intsha eningi yaseNingizimu Afrika.

The audio file above is a recorded performance by Ms. Lerato Sokhulu, a Durban-based poet. The poem, according to the poet, is dedicated to all students who are suffering from depression. The poem was recorded October 21, 2017.

Leave a Comment