Ukuhuba NgesiZayoni

Amahubo ngesiZayoni Amabandla aseZayoni adume kakhulu eNingizimu Afrika ngendlela ahlabelela ngayo nangomndlandla wawo. Kuba lula ukuhlukanisa amalungu asebandleni laseZayoni ngendlela ashuna ngayo izingoma noma ngabe zijwayeleke kangakanani. Lana ngaphansi siqukethe umqopho webandla laseZayoni elizinze eMgababa licula ikhorasi le ngoma ethi: Njengendluzela Ilambele Amanzi, eyaziwa kakhulu amakholwa aseNingizimu Afrika. Balalele ngezansi bethi nje kanjalo “umoya wami ulambele … Read more

Ihubo

Ihubo Kulengosi, ngikubeke kwasobala ukuthi siveza imibukiso yokwenzeke ngenkathi kunehlambo emzini wako Sothole, lana ke siveza amahubo abehutshwa kuwo lomcimbi. Ukuhuba lokhu njengokushaya ushameni enye yezinto esiziqhenya ngakho thinandlu kaSenzangakhona. Ngike ngakubalula futhi ukuthi ngitshengisa imibukiswano etshengisa ngqo! obekwenzeka ekhaya, lana kuvela imibukiso emibili kuhutshwa izinsizwa zeneme, ngithi nawe sina uzibethele ubuke ubuhle bonyawo lukaZulu … Read more

IFestival yeZakifo izoshisa izikhotha eThekwini

Kuzoshisa izikhotha ubumnandi eThekwini kusukela mhlaka 25 kuya ku-27 May 2018 emcimbini womculo odumile iZakifo Music Festival ozobe ukuleli dolobha ihlandla lesine. Lo mcimbi uhlelelwe ukwenzeka eBAT Centre, eViews at Twenty5,  naseBlue Lagoon Beach okuyizindawo ezaziwa kakhulu eThekwini. Lo mcimbi uzovula ngekhonsathi yokuqoqela imali iNelson Mandela Foundation eBAT Centre lapho khona umculi odumile wakuleli uSipho … Read more

Kwela!

Despite making use of exactly the same instrument, Irish and African ‘whistle’ songs have a very different sound to them. In Ireland people talk about the ‘tin whistle’, but in South Africa we call it the ‘pennywhistle’, or iMpempe. Supposedly the difference in the sound can be attributed to the way in which the whistle … Read more

Kuzomele Senze Njani?

Abalobi bomlando wezempi zakwantu bachaza ukuthi umculo wawudlala indima enkulu ekuqiniseni amabutho ukuba alungele impi. Yize namhlanje sezingekho izimpi, lowo mculo owawuculwa endulo uhleli ngokugamanxa esizweni sethu ukuba usikhumbuze lapho sivela khona. Elinye lamaculo adumile aphathelene nezimpi nokuhlasela ilelo elithi: Kuzomele Senze Njani? Le ngoma ke kumele kube nomuntu oyiholayo mase kuba nabavumi. Ngezansi siveza … Read more